Umuntu

Abantu (iZothamlilo) bawuhlobo lwamaGanyaphambili ayinala kakhulu nasabalele, anesici esiNyawombaxa kanye nobuchopho ubukhulu nobuyinkimbinkimbi.

Lokhu kube usizo entuthukweni yamathuluzi athe thuthu, isiko, kanye nolimi. Abantu banobungane kakhulu futhi bathambekele ekuhlaleni ezinhlakeni zomphakathi eziyisixhanti ezakhiwa amaqembu amaningi abambisanayo nancintisanayo, kusuka oxhoxhweni lwemindeni nabozalo kufika emibusweni yezombusazwe. Iminano yobungane phakathi kwabantu seyakhe izindlelazokuphila, imikhuba eyamukelwayo, nemidanti eminingi engafani, ezifukula umphakathi wabantu. Ilukuluku nesifiso somuntu sokuqonda nokuthonya imvelo kanye nokuchaza nokuxhaphaza imimangaliso kushukumisele isintu ekuthuthukiseni isayensi, ifilosofi, ezeziNganekwane, inkolo, neminye imikhakha yokufundwa.

Umuntu
umuntu

Umuntu
Umbuso (Regnum) Izilwane
Uzalo (Phylum) ezobuntambo
Iqembu (Classis) IziNcelisi
Uhlelo (Ordo) ezibuChophokhulu
Uhlelo oluNcane (Subordo) eziLikhalalula
Umndeni (Familia) Hominidae (ezisaMenzo)
Umkhakha (Genus) uMenzo
Uhlobo (Species) H. sapiens (Umuntu)

Abantu ngamadoda, nabafazi, nabafana namantombazane.

Tags:

InkoloIsayensi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

2009UmthalakaziI-AtheneInkoloInkawuUkudlwengulwa kwabesilisaKeith ZendaMahotella QueensBill ClintonIsambaneIsiNguniUmoya ongcweleINdeni yengqamuzanaIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaIzinyanga zonyaka ngesiZuluPornhubIphephandabaIKongoWoodstockIseleseleIGibhitheIsiXhosaIzifunda Ohlangeneyo seMelikaFloridaIsihuquziUmuntuJacob ZumaU-Ahmed ZulfiqarIsidlidliDBZ Ntuli🦒IsiCikiziIbhola lezinyawoUkunyandlaJohann Sebastian BachUkudlaOngxiwankuluAmanziIzikhathi zonyakaNomalanga ShoziIzaqatheEUkungavuki kwepipiUmsakazoInomboloUkuvuka ngokocansiAlbertina SisuluIThuniziyaIsiShayinaAba, Khongo-KinshasaWashington, D.C.SjavaInjaUkujulaEzokuxhumakudeISpaniyaAmanguniILithuwaniyaIMoritaniyaUcwaziItshe lagaya ngomunye umhlathiAhmed Abu HashimaINyangaUkuhumushaIsi-ArabhuI-AntatikaJenna BrooksIsiMalay🡆 More