uJacob Gedleyihlekisa Zuma (ubezalwa 12 ngoMbasa 1942) ungumongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika.
Jacob Zuma GCB | |
---|---|
Umongameli wangaphambilini waseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 9 ngoNhlaba 2009 – 14 uNhlolanja 2018 | |
Deputy | Kgalema Motlanthe |
Emva kwa | Kgalema Motlanthe |
uLandelwa | Cyril Ramaphosa |
Umongameli we-ANC | |
Isikhathi: 18 ngoZibandlela 2007 – 18 kuZibandlela 2017 | |
Deputy | Kgalema Motlanthe |
Emva kwa | Thabo Mbeki |
uLandelwa | Cyril Ramaphosa |
Umongameli isekela waseNingizimu Afrika | |
Isikhathi: 14 ngoNhlangula 1999 – 14 ngoNhlangula 2005 | |
President | Thabo Mbeki |
Emva kwa | Thabo Mbeki |
uLandelwa | Phumzile Mlambo-Ngcuka |
Ilungu Lephalamende | |
Isikhathi: 1999–2005 | |
Ukwazisa | |
Ubezalwa | Jacob Gedleyihlekisa Zuma 12 ngoMbaso 1942 Inkandla, Umbuso waseNigizimu Afrika |
Uhlobo | abAfrika waseningizimu |
Iqembu | African National Congress (1959–manje) |
Ubeshada | Gertrude Sizakele Khumalo (1973–manje) Kate Zuma (1976–2000) Nkosazana Dlamini (1982–1998) Nompumelelo Ntuli (2008–manje) Thobeka Mabhija (2010–manje) |
Abantwana | 20 |
Isiga lakhe singu-JZ. Isithakazelo lakhe singuMsholozi. Iyibizo futhi weculo ngebhendi Izingane Zoma.
Zuma ubezalwa eNkandla, KwaZulu-Natal.
uJacob Zuma wawuthola ukugxeka kakhulu ngoNkandla, umuzi wakhe owakhiwe eNkanla, KZN, ngoba usenze imali yabantu baseNingizimu Afrika. Ukugxeka kunomsindo kwafika ngu-EFF, ngenkathi bamemeza "Pay back the money!" ephalamende ngo-21 uNcwaba, 2014.
Ngo mhlaka-14 kuNhlolanja 2018 uMongameli Jacob Zuma washiya phansi izintambo njengoMongameli waseNingizimu Afrika. Wakusho lokhu kumbiko oyisepesheli esiteshini sokusakaza somphakathi kwa-SABC.
NgoSepthemba 2021, iNkantolo yoMthethosisekelo yaseNingizimu Afrika yasichitha ngenkani isicelo sikaMengameli wezwe uJacob Zuma sokuguqula isinqumo sakhe sokumgweba izinyanga eziyishumi nanhlanu ejele ngenxa yokudelela ubulungiswa.
This article uses material from the Wikipedia isiZulu article Jacob Zuma, which is released under the Creative Commons Attribution-ShareAlike 3.0 license ("CC BY-SA 3.0"); additional terms may apply (view authors). Content is available under CC BY-SA 4.0 unless otherwise noted. Images, videos and audio are available under their respective licenses.
®Wikipedia is a registered trademark of the Wiki Foundation, Inc. Wiki isiZulu (DUHOCTRUNGQUOC.VN) is an independent company and has no affiliation with Wiki Foundation.