Amanzi: Umxube wevanga onesicabayo H₂O

Amanzi ayisiqa sevanga esingaphili, esiluntwentwe, esinganambitheki, esinganuki, nesicishe sangaba nambala, esiyisakhi esiyinhloko samanzimbulunga emhlabeni noketshezi bazo zonke iziphili ezaziwayo (okuyilapho asebenza njengesincibikilisi).

Abalulekile kuzo zonke izinhlobo zokuphila, nakuba engazihlinzeki ngokudla, impekumpeku, noma ngezincinciMisoco ezingokwemvelo. Ukubumbeka kwawo ngokwevanga, H20, kukhomba ukuthi imizwayi yawo ngawodwa iqukethe isOhwe elilodwa namaHwanzi amabili angamaChwe, axhunyaniswe uMnananzuba. AmaChwe eHwanzi anamathelene neChwe lesOhwe engonini engama-104.45°. "Amanzi" igama lesimo esiluKetshezi se-H2O ezingeni lokushisa nokucindezeleka okuvamile.

Amanzi: Umxube wevanga onesicabayo H₂O
Amanzi

Amanzi atholakala ngezimo ezimbalwa. Akha ukukhumanqa ngesimo semvula nokusahowo ngesimo senkungu. Amafu aqukethe amathonsi wamanzi neqhwa, okuyisimo sawo esinqumile. Lapho lihlakazwa, iqhwa eliwumncwebe likhumanqa ngesimo seqhwa. Isimo esiluhowo samanzi siwumusi nomhwamuko wamanzi.

Amanzi asibekela ubuso bomhlaba obungaba ama-71 ekhulwini, izilwandle nezidwadwa kuyizo ezakha amanzi amaningi ngomthamo (angaba ngama- 96.5%). Izingxenye ezincane zamanzi zitholakala njengamanzi aphansi (1.7%), amanzi asemaqeqebeni nasemchpheni weqhwa e-Antarctica nase-Greenland (1.7%), kanye nasemoyeni njengomhamuko, amafu (aqukethe amaqhwa namanzi awuketshezi alenga emoyeni), nokukhumanqa (0.001%). Amanzi ahamba ngokuqhubekayo ngomjikelezo wamanzi wokuhwamuka,


Tags:

IChweIsOhweIsiqaIziPhiliUmhlaba

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IMorishisiIzinga Lentuthuko YabantuIgolideIsiSpeyiniIqhwaIOsheaniyaIRashiyaI-AntatikaUbuchwephesheXVideosWiki FoundationI-AljeriyaMangosuthu ButheleziUkusakazaUmchazamkhathiIButswanaI-EshiyaImikhuba yezocansi yezitabaneDinizuluKwaZulu-NatalIndleINigeriaUNhlolanja (uFebhuwari)I-YouTubeUMhlabaAmasikoIRuwandaInyamaLuzumanaUNokhweziWikipediaJohannes Galilee ShembeInkinsela yaseMgungundlovuUsukuUtamatisiZaharaINkabazwe GiniIzithombe zobulili ezingcolileAmaphuphoCathay PacificIlig DheereI-OstriyaAmaqandaWindhoekIndlwabu eyenzwa abaningiIzithombe ezincolile ZobuliliUMkabayi kaJamaUkunyandlaIsizindalwebuI-AyilendiIzibongo zenkosi uShakaBig ZuluIzinkolo zika-AbrahamaUkudlaIYurophuAmasulumaneIbhubesiIsiTsotsitaalAmazubaLangalibaleleZwide kaLangaIndlulamithiIMaliIMozambikiWiki CommonsNtombaziIGrekiUsuku lwabesifazaneIKongo2001Itshe lagaya ngomunye umhlathiIsiShayina🡆 More