Isilimo: Isitshalo noma ingxenye yaso edliwayo, emva kokuphekwa

Imifino uhlobo lwezitshalo ezimila engadini. Eziningi zakhona ziyaphekwa ngaphambi kokuba zidliwe, kodwa ezinye ziyadliwa zingaphekiwe. Imifino engadliwa ingaphekiwe ifaka phakathi utamatisi; ukharoti; nokunye okuningi. Imifino lena inezakhimzimba eziningi ezahlukahlukene, futhi ezibaluleke kakhulu emizimbeni yethu. Imifino idliwa ngokuhluka kwezitho zawo. Eminye idliwa ingamacabunga njengombhido, eminye iyizimpande njengokharoti, eminye ingamagaja njengommbila. Kubalulekile ukuba sidle imifino njengoba yenza imizimba yethu ibenamandla.Lamandla siwathola ngoba yona imifino iyakwazi ukudal izakhamzimba ngelanga noma ukushisa, ngomoya futhi nangamanye amaphunga thina esingawathandi. Isibonelo, abantu basebenzisa umanyolo onganuki kamnandi ukuze benze ummbila imkhulu nomnandi. Kodwa thina singabantu asikwazi ukuzenzela ukudla okunempilo ngaphandle kokuba sikhosele kwezinye izinto. Kwimifino ungathola izakhimzimba ezifana novithamini, amaminerli nokunye okwenza umuntu akhule kahle.

Tags:

VEGETABLE_MARKET

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

MaqhethaIJaphaniAbdel Naser Abdel FatahIsitambuIsiShayinaIAfrikaIzinkundla zokuxhumanaAmasikoI-AggeneysIMpumalanga KapaIChwenziINgilandiMiriam MakebaUkulandwa kongasekhoUkuphepha kwesicikiziInsimbiUkuya ocansini nobumomoniIMorokhoIzibongo1947UphuthuIFacebookIthemba1989UmGwangazaMkabayi kaJamaITogoIgundaneZolaJonahIncwadiBechloul DistrictIsiFulentshiInjulalwaziIZaga ngesiZuluUkudla OkuhleIAntaktikaUmsindoIkhilikithiIsenzo Sokwandulelisa Ucansi2009UmbhoxoQusIkhambi lokugomaKwaZulu-NatalIsiSuthu17 ngoManduloMiami, FloridaImikhuba yezocansi yezitabaneFarhan Rana RajpootMaskandiUkukhanyaIndlovuToshirō MifuneIsiSpeyiniI-OstreliyaUmnyikilizoRichard NixonIsitabaneUbuciko bomlomoNetflixUcansi ngamabeleGoogleAMA-video wocansiAbu Omar al-Kuwaiti2012Usuku LwabasebenziUNomaxhamaIPhisi (inkanyezi)🡆 More