Incwadi kuyinto efundwayo.
Ziningi izincwadi emhlabeni, futhi incwadi ibhaliwa ngumuntu ngakho ke uma umuntu eloba ngaphakathi kwebhu lelo bhuku libizwa ngokuthi yincwadi. Zikhona izincwadi ezingabhalwanga lutho ezimele umuntu ukuthi azibhale. Incwadi noma izincwadi zibaluleke kakhulu kubantu ngoba yizona eziletha imfundiso kithina, imfundiso yamandulo leyo abantu abaningi abayikhohliwe. Izincwadi zisebenza njengendawo yokulondoloza imiqondo kanye namacebo wabantu. Lokhu kungasetshenziswa emva kweminyaka.
Izincwadi ziqukethwe umlandu wabantu, imfundiso, amakhono kanye nokunye okuningi. Thina singabantu ngeke sikwazi ukugcina konke esikwaziyo ezinqondweni ngoba sizokukhohlwa. Izinkondlo zika Zulu zigcinwa ngaphakathi kwezincwadi.
This article uses material from the Wikipedia isiZulu article Incwadi, which is released under the Creative Commons Attribution-ShareAlike 3.0 license ("CC BY-SA 3.0"); additional terms may apply (view authors). Content is available under CC BY-SA 4.0 unless otherwise noted. Images, videos and audio are available under their respective licenses.
®Wikipedia is a registered trademark of the Wiki Foundation, Inc. Wiki isiZulu (DUHOCTRUNGQUOC.VN) is an independent company and has no affiliation with Wiki Foundation.