Uzungezohlelo Lwelanga: Ilanga nezinto eziluzungezayo

UNozungezilanga uyisimiso esinqalomnyondo selanga nezindikimba ezizungeza kulo.

ILanga lizungezwa imiZulane, imihlabana namabhaqanyezi nokunye. Wadaleka eminyakeni eyizigidigidi ezine ezidlule. Uhlelo likanozungezilanga ladalwa umNyondo efwini lamachembe elikhulu. Iningi lotho lwahlangana emnyombweni lapho amaphesenti angu-99 alo akha isisindo selanga, kuyilapho utho olusele lwasakazeka lwaba izindikimba eziyisicaba esizungezayo. ImiZulane emine eyisimiso esiphakathi- uNomjubane, uNokhwezi, uNomkhubulwane noNotshezi, ziyimiZulane eyitshe, ngoba zakhiwa amatshe nenkimbi futhi zimkhumanqa. Bese imiZulane engamaqhamela ziyisimiso esingaphandle, mikhulu futhi inesisindo esikhulu. UMkhulukhulwana noNomaxhama bangamaqhamela wohowo, akhiwa ngokuyinhloko ihwanzi nehwelanga; bese kuthi UNomakhekheba noNolundwa kube amaqhamela weqhwa, akhiwa iziqa ezincibilika kanzima.

Uzungezohlelo Lwelanga: Ilanga nezinto eziluzungezayo
Uzungezohlelo lwelanga - imizulane ezungeza inkanyezi yethu iLanga

Uzungezohlelo lweLanga

Tags:

IHwanziIHwelangaUBhaqanyeziUMhlabaUNokhweziUNolundwaUNomakhekhebaUNomaxhamaUNomjubaneUNotsheziUmNyondoUmzulane

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

George W. BushIsiTaliyaIMelika WenkabaAhmed Abu HashimaIbhande elijiyileShakaEzomnothoIHarareUmgxabhisoAmasulumaneUkulandwa kongasekhoIngqalabuthoUKhisimusiINingizimu AfrikaIzilimi zaseNingizimu AfrikaUkumunca UmthondoIsiKhomorosiUkubingelelaWeMelikaUmchazandaloULwaziIthoyizi locansiUmthofuIJaphaniUbuHinduUmBhanyaNew York IsifundaFarhan Rana RajpootSteve BikoI-AtheneNassef SawirisIsampulaUCansiUmthondoDBZ NtuliInsimbiIzinkundla zokuxhumanaUmThanyaILatinNetflixIFulansiPinnipediaNtombaziLucky DubeUmsindoIlokishi1994Khuzani MpungoseUlwandleISiera LiyoniUmsakazoImvumelwano SiqaloIYukreyiniKwaCeleConnecticutIsiNcelisiIKhanadaMpho Tutu van FurthInkawuLangalibaleleI-ArjentinaIJalimaniIzonto ezinyeINokiHwange DistrictInxalaGabriel TemudzaniUbhontshisiShrekUsuku lwabesifazaneI-Wikipedia yesiNgisiUnyawo🡆 More