Izilimi Zaseningizimu Afrika

iNingizimu Afrika linezilimi eziyishumi nanye ngamandla esikhundla.

Zingu:

Izilimi Zaseningizimu Afrika
Dominant languages in South Africa.
     isiBhunu      isiNgisi      isiPedi      isiSuthu      isiNdebele      isiSwazi      isiTsonga      isiTswana      isiVenda      isiXhosa      isiZulu      None dominant

IsiZulu sikhulunywa kakhulu impela (24% bakabantu baseNingizimu Afrika bakhuluma isiZulu ekhaya). Ulimi olulandelayo luyisiXhosa (18%) bese isiBhunu (13%).

Njengoba kunezilimi ezihlukene kunendlela elula esetshenziswayo eNingizimu Afrika ukuqinisekisa ukuthi abantu bonke bathola umyalezo ofanayo kokubhaliwe kumbe okukhulunywayo. Ukuhumusha nokutolika yizona zindlela ezisetshenziswayo ukwenza lokho. I-Ningizimu Afrika ikholelwa ukuthi alukho ulimi olungaphezu kwezinye yingakho iqinisekisa ukuthi zonke ziyasetshenziswa ngokulinganayo.

Kunezikhungo zemfundo ezihlukahlukene eziqeqesha abantu kulemikhakha yezolimi ukutolika nokuhumusha. Akusiyona into eyenziwa inoma ngubani owazi izilimi ezingaphezu kolulodwa kodwa kuneqeqesho olwenziwayo ngoba kunezindlela kanye nemithetho elandelwayo uma kwenziwa lokhu (kutolikwa noma kuhunyushwa).

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiHausaI-Wikipedia yesiNgisiIsakhiwoITshekiUkudludlunga ukudlaU-Elon MuskIRiphabliki yaseNingizimu AfrikaIsizindalwebuUMfumfu (u-Okthoba)Amalungelo abantuI-EshiyaMain PageInkolo kaBudhaUkungena komunweIGiniIYurophuUkwenza amasosejiAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaUkudlaAhmed EzzUmkhosi wokweshwamaUkufunda kwenguxaISudanIntuthu1989INzululwazi yoMtapolwazi noKwaziswaUMkhonto weSizweUtamatisiINingizimu AfrikaIsitabaneRichard NixonIndlovuAbu Omar al-KuwaitiMwatate ConstituencyMTNNyagatare DistrictCaliforniaUkudlwengulaIsiJapaniIkhompyuthaUkuhumushaWayback MachineIGabhoniUsuku lwephasikaOPhuzi2012ColoradoNelson MandelaIsiFulentshiAma glans wepipiLacey DuvalleAmasikoLasandra MajolaUsuku LwamaguguKrishnaImpophomaIsi-ArabhuIMelika EnyakathoIMorokhoInhlanziInkawuIGrekiAhmed Abu HashimaTegeda🡆 More