Umoyambulunga: Ubuhalalazi bohowo obungunge indikimba esemkhathini obubanjwe umnyondo

Umoyambulunga (inhlanganisela yamazwi amabili umoya + imbulunga) ubuhalalazi bohowo ebungunge umzulane, futhi bubanjwe umnyondo bendikimba yomzulane.

Umzulane ugcina umoyambulunga lapho umnyondo umkhulu futhi izingalokushisa lomoyambulunga liphansi. Umoyambulunga wenkanyezi buyindwawana engaphandle yenkanyezi, ehlanganisa ubuhalalazi obungaphezu kwebanembulunga elingakhanyi; izinkanyezi ezinezingalokushisa eliphansi kungenzeka zinomoyambulunga ongaphandle iqukethe imixube yamachembe.

Umoyambulunga: Ubuhalalazi bohowo obungunge indikimba esemkhathini obubanjwe umnyondo
UmZulane uNotshezi unomoyambulunga owakhiwe ubuhalalazi bohowo obulubunda.
Umoyambulunga: Ubuhalalazi bohowo obungunge indikimba esemkhathini obubanjwe umnyondo
uhowo lomoyambulunga oluzungeza umhlaba luhlakaza ukukhanya okulundwa (kwamabangacuphi afuphi) kakhulu kunokukhanya okubomvu (kwamabangacuphi amade); ingakho ukukloloba okulundwa empelamehlo kubonakala lapho ubuka umhlaba usemkhathingeni.

Tags:

IzinkanyeziUmNyondoUmzulane

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

BeijingIMaliAbergele (woreda)IRashiyaSwiggyIqhwaUkunwebezaIfonetikiUmchazazibaloIMekisikoImvubuInkawuUkubhoboza izitho zangaseseInsimbiImpophomaMalandela kaLuzumanaHong KongWinston ChurchillIsiphequluliAmaphuphoWinnie Madikizela-MandelaDhuxun (woreda)UNotsheziI-AljeriyaIPakistaniIGhannaAmaMbathaAmalungelo Abantu eNingizimu AfrikaImbongiImilolozeloUcansi ngomlomoUkungabi nenzaloI-AfganistaniIShayinaULwezi (uNovemba)IgundaneUHulumeniEzombusazweUcwaziLyndon B. JohnsonIndlulamithiIsiNqandagciwaneUmongameli waseNingizimu AfrikaInkanukoInhlanziUcansi LwendunuKommetjiePablo PicassoItshe lagaya ngomunye umhlathiIsiFulentshiCoronavirus disease 2019Nelson MandelaIsifo sohudoIZaga ngesiZuluIndlovuUmxubeOuled RachedIParisiInhlakahloGoogle MapsIsiSpeyiniUkubhoboza iClitorisLusakaLindani SikhakhaneINguqulo yeziMboni yesibiliUNelson MandelaImvumelwano SiqaloUmbhoshongo wokufufukisaIsiNguni🡆 More