Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye

UNkulunkulu noma uThixo noma uSomandla noma uSimakade noma uMvelinqangi.

Ngokwemfundiso ethi uThixomunye, uThixo ubonwa njengophakeme, uMdali, nalowo okufanelwe kukholelwe kuye. UThixo uchazwa njengonaMandlawonke, onoLwazilonke, oNdawozonke, onoBuhlebonke futhi nanjengo nobuphakade nokudingekile ukuba abekhona. Ngokuvamile uThixo uthathwa njengongenamzimba, nonezici eziyamaniswa nemibono yokungaQondakali noma ukuDlelana nabantu.

Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
Unkulunkulu: Into eyinhloko yenkolo ethi uthixomunye
unongo (lwenjongo yokukhulekela noma ubuciko) lukaThixo (lkusuka kwesobunxele kuya kwesokhohlo kusuka phezulu) ubukristu, ubusulumane, ukungakholwa kuthixo, injulalwazi yobuMonadi, ubuhindu baseBali, kanye nobuZorowasta.


Ezinye izinkolo zichazisa uThixo ngaphandle kokuphatha ubulili, kuyilapho ezinye zisebenzisa amabizo acacisa ubulili noma akhetha ubulili obuthile. UThixo uthathwa njengomuntu noma njengokungemuntu. Ekukholweni kuThixo, uNkulunkulu ungumdali nomlondolozi womkhathilibe, kuyilapho enkolweni kaThixo ofulathele, uNkulunkulu ungumdali, kodwa akeyena umlondolozi womkhathilibe. Enkolweni kaThixoyikonke, uNkulunkulu ungumkhathilibe ngokwawo, kuyilapho enkolweni kaThixonxanye, uNkulunkulu uyingxenye yomkhathilibe. Ukungakholwa kuThixo kuwukuswela ukholo kuNkulunkulu, kuyilapho ukuNgazi kuyinkolo yokuthi ubukhona bukaNkulunkulu abaziwa noma abunakwaziwa. UThixo uphinde athathwe njengomthombo waso sonke isibopho sesimilo, nangokuthi "uyisikhona esikhulu esingacatshangwa".

Iningi labachazithixo abaziwayo kanye nabosonjulalwazi baqhamuke nezimpikiswano ezimelene kanye nezivuna ubukhona bukaThixo. UThixo kubhekiselwa kuye ngamagama amaningi kuye ngolimi nesikompilo nezithakazo ezisetshenziswa ekubhekisela ezimfanelweni zikaThixo.

Amakhasi amangaphandle

Tags:

UMdali

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsinkwaDBZ NtuliIndianaGiang12394Lasandra MajolaI-OstreliyaUkunwebezaUkungavuki kwepipiOPhuziAbayizithuluIRiphabhuliki yaseNingizimu AfrikaMudugUhlu lwamaqembu ezombusazwe eNingizimu AfrikaInhleleliso yesiCikizi1519ImaliAmaphoyisaISO 3166IkhilikithiUkudlaIsiSuthuIMininingoUmzulaneKomeshaUmbuso OhlangeneyoIncwazubaIKrowatiUsuku LwabasebenziIfonetikiI-IndonesiaUígeINguqulo YezimboniMain PageUmsunuIncwadiUsuku lwephasikaIsizindalwebuUCansiIzithombe zezocansi phakathi kobulili obufanayoI-AljeriyaInjaIndlwabuIlangaAma-AzabaijaniIngungumbaneIphephandabaInhlanziIsiShayinaIGoli (idolobha)Software design patternIzilwaneAmaphuphoImikhuba yezocansi yezitabaneUbuChwepheshe boKwaziswa nezokuXhumanaRichard NixonXHamsterInkanyeziFarhan Rana RajpootUMkhonto weSizweMwatate ConstituencyIsithakoUsuku lwenkululekoIsizindalwaziFort BeaufortIthoyilethe lomgodiItshe lagaya ngomunye umhlathi🡆 More