Isizindalwebu: Iqoqo lamakhasi olwebu ahlobene aphakwa ngesidlangala esisodwa

Isizindalwebu siyiqoqo lamakhasi olwebu nesiqikili esiyamaniswa nawo konke okuhlonzeka ngegama lesidlangala elilodwa futhi kushicilelwa ngesiphakeli lwebu esisodwa.

Izibonelo zezizindalwebu i-Google, Facebook, Amazon, kanye ne-Wiki.

Isizindalwebu: Iqoqo lamakhasi olwebu ahlobene aphakwa ngesidlangala esisodwa
Isizindalwebu se-usap.gov


Zonke izizindalwebu ezifikelelwa umphakathi zakha iqoqovane elibizwa uLwebu lomhlaba wonke. Kukhona nezizindalwebu ezisisulu ezifikelelwa kuphela ngoxhoxho olusisulu, ezifana nesizindalwebu somshumanqa sangaphakathi sabasebenzi bawo.

Izizindalwebu imvama zenzelwa ukuphatha isihloko esithile noma injongo ethile, efana nezindaba, imfundo, ezentengiselwano, ezokunandisa, noma izinkundla zokuxhumana. Ukukhongca phakathi kwamakhasi kuqondisa ukuphequlula isizinda, imvama okusungula ngekhasi lokuqala.

Abasebenzisi bangafikelela izizindalwebu ngezilekeleli ezihlukile, ezihlanganisa iziCikizi, iziGonwa, izibhebhe, noMakhalipha. Ihlelokusebenza elisetshenziswa kulezilekeleli libizwa isiphequluli.

Tags:

FacebookGoogleWikipedia

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Wiseman MeyiwaIsiFulentshiIUUIIndluUtamatisiUmchazamkhathiJohn F. KennedyInzululwaziIYugandaDBZ NtuliITsoloUkuchithaAma-Woreda ase ItiyopiyaPhumelela Local MunicipalityInhlunuDavid CameronI-YouTubeAmafuthetsheGugu Mbatha-RawITshekiUmakhalekhukhwiniIPitoliILoboloThe ProdigyIShayinaAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaI-OstreliyaIsiSpeyiniKwaNongomaChris HaniIAshiyaIsikhathiIFijiMuhammadIzinga Lentuthuko YabantuRolfes Robert Reginald DhlomoISawu Tome noPhrinitshipeyiHenri RousseauIsichazamazwiISpaniyaIsiPhathanzuba esifukuthwabushaIPrahaIPolandiIzinyanga zonyaka ngesiZuluIMorokhoInjaI-IrakiNew York (idolobha)TexasIbhola lezinyawoUHlakahlisombulu oluphehlayo🡆 More