Rolfes Robert Reginald Dhlomo

URolfes Robert Reginald Dhlomo (1906 – 1971) wayengumlobi waseNingizimu Afrika, intatheli, nosomlando ozalwa eSiyamu, Edendale esifundazweni saKwaZulu .

Incwadi yakhe An African Tragedy, eyashicilelwa ngowe-1928, yayiwumsebenzi wokuqala wokuqamba olotshwe ngowomdabu waseNingizimu Afrika ukuba uvele njengencwadi. Kanye nomfowabo uHerbert , wasebenzela njengentatheli nomhleli amaphephandaba i-Bantu World neLanga laseNatali. Wabhala amanoveli akhe alandelayo ngesiZulu.

Rolfes Robert Reginald Dhlomo
Lesi sithombe sithathwa esesebenzela Isolezwe uDhlomo njengentatheli

Wabhala izincwadi ezinhlanu zomlando mayelana namakhosi akwaZulu, zasetshenziswa kakhulu njengemithombo yezomlando waseNingizimu Afrika kubafundi besikole ngesikhathi sobandlululo, kuze kube manje.

i-Selected Short Stories yakhe yashicilelwa kuqala ngowe-1975 yi-Institute for the Study of English in Africa. Ushicilelo olwalubuyekezwa lwashicilelwa eNingizimu Afrika yileyiya-Institute for the Study of English in Africa, e-Rhodes University, ngowe-1996 ISBN 0-86810-307-1

Imithombo

  • Chapman, Michael. 2003. Southern African Literatures, University of Natal Press. ISBN 1-86914-028-1

Tags:

IRiphabliki yaseNingizimu AfrikaIsiZulu

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

UMkhonto weSizweIFacebookKhuzani MpungoseIzinkundla zokuxhumana2012Izindaba ze-SABCInkinsela yaseMgungundlovuUmalalevevaGiang12394Umbhoxo2008Ronald ReaganIPitoliUkuhumushaIsiRashiyaUtamatisiIMelika EnyakathoImfundoImbongiBenhaIsiHausaUkuphepha kwesicikiziAhmed EzzMagharibi DistrictUMkhosi woMhlangaIThusiUhlelo lobandlululoUsokleleI-AljeriyaIsiJalimaniEzomnothoIsiShayinaImfundo yabadalaIthoyizi locansiUsuku lwabesifazaneEswatiniIngqalabuthoUmculo Wohlobo Lwe-EletronicImvumelwano SiqaloIGiniIsibabuliThembinkosi LorchUzungezohlelo lweLangaDIAOUmGwangazaIGabhoniImikhuba yabesifazane babenocansiINzululwazi yoMtapolwazi noKwaziswaInkoloMSS GcumisaIzithombe zezocansi phakathi kobulili obufanayoINyakatho KapaIJalimaniEzombusazweKiller KauUmxubeIkhasi ElikhuluKatlehongISikotilandiWebuyeISpaniya1519UmGedembuluMaqhethaIncwazubaZahara🡆 More