Inkinsela Yasemgungundlovu

Inkinsela yaseMgungundlovu yinoveli ebhalwe nguSibusiso Nyembezi yashicilelwa okukuqala ngonyaka wezi 1961.

Lencwadi ikhuluma ngendoda eqhamuka eMgungungundlovu eyabe ineqhinga lokuqola abantu basemakhaya imfuyo yabo.

Isethulo

Kule noveli kuxoxwa ngendoda esuka edolobheni ehambela endaweni yaseNyandunyandu izibiza ngokuthi ingu-C.C. Ndebenkulu nokuthi ingeyaseMgungundlovu. Abantu baseNyanyadu ibatshela ukuthi iyinkinsela ezikhathaza kakhulu ngokusiza abantu bakubo abaMnyama. Ithi abaseNyanyadu ingabasiza ngokubadayisela izinkomo zabo ngamanani amakhulu kakhulu. Iqiniso selivela ngasekugcineni kwendaba, le ndoda isihamba nazo izinkomo. Lesi qumama esizishoyo yisigelekeqe sokuqala sokugcina esikade sasibawumbaza abantu ngemfuyo yabo, ngisho nabafelokazi imbala. Kodwa amaqhinga akhe ayabonakala, ebonwa ngabasebasha emphakathini kanye nabafundile.

Abalingiswa abahamba phambili umndeni kaZeph Mkhwanazi, okubalwa kuwo indodana, indodakazi kanye nonkosikazi wakhe .

Ukuguqulwa

Lenoveli yaguqulwa yenziwa umdlalo womoya esiteshini somsakazo esabe saziwa ngokuthi iRadio Zulu. Akugcinanga lapho yaphinde yaguqulwa yenziwa umdlalo owuchungenchunge kamabonakude ngonyaka wezi-1983.

Ukuhunyushwa

Ngonyaka wezi-2008 lenoveli yahunyushelwa olimini lwesiNgisi ihunyushwa nguSandile Ngidi, lapho isinegama elithi The Rich Man Of Pietermaritzburg

Imithombo

Tags:

Inkinsela Yasemgungundlovu IsethuloInkinsela Yasemgungundlovu UkuguqulwaInkinsela Yasemgungundlovu UkuhunyushwaInkinsela Yasemgungundlovu ImithomboInkinsela YasemgungundlovuSibusiso Nyembezi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

ISwidiUkuhlinzwa ngosizo lwesithununuWikipediaIndlwabu eyenzwa abaningiTrue Jesus ChurchUkucela ImvulaIzithombe zobulili ezingcolileUyui DistrictEGoli (isifundazwe)UmushoUHlakahlisombuluNelson MandelaUmfundisiIKhanadaEmpangeniInjaUkungena komunweVladimir PutinIsiGrekiAmaholide omphakathi eNingizimu AfrikaUMbumbuluWiki FoundationK.E MasingaIsiphandla seNingizimu AfrikaUkuxhumanaAmaphuphoIZambiaUkubhemaInkinsela yaseMgungundlovuTadjouraIBhurundiUbuliliHaut-LomamiNtombaziUbisiUkulandwa kongasekhoInkunziIlaptopWestern EquatoriaIsihonyoIKwaZulu-NataliAmasikoMya MasonUkuzivocavocaWashington (isifunda eMelika)INdiza eswelumuntuINgilandiIfilimu lezocansiUkuvuka ngokocansiSomizi MhlongoUbuChwepheshe boKwaziswa nezokuXhumanaNetherlandsIsiqaJulius MalemaIKroondalAbalingisi Bamafilimu angcolileUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976IsiTshekiUmlando we-ANCIngqalabuthoAmahlelokusebenzaIsAlumbeIsipontshi Bob Amabhulukwe AyisikweleIsiphequluliUMandulo (uSepthemba)Ukumunca UmthondoArta, JibhuthiITshileUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu Afrika🡆 More