Uzungezohlelo Lwelanga: Ilanga nezinto eziluzungezayo

UNozungezilanga uyisimiso esinqalomnyondo selanga nezindikimba ezizungeza kulo.

ILanga lizungezwa imiZulane, imihlabana namabhaqanyezi nokunye. Wadaleka eminyakeni eyizigidigidi ezine ezidlule. Uhlelo likanozungezilanga ladalwa umNyondo efwini lamachembe elikhulu. Iningi lotho lwahlangana emnyombweni lapho amaphesenti angu-99 alo akha isisindo selanga, kuyilapho utho olusele lwasakazeka lwaba izindikimba eziyisicaba esizungezayo. ImiZulane emine eyisimiso esiphakathi- uNomjubane, uNokhwezi, uNomkhubulwane noNotshezi, ziyimiZulane eyitshe, ngoba zakhiwa amatshe nenkimbi futhi zimkhumanqa. Bese imiZulane engamaqhamela ziyisimiso esingaphandle, mikhulu futhi inesisindo esikhulu. UMkhulukhulwana noNomaxhama bangamaqhamela wohowo, akhiwa ngokuyinhloko ihwanzi nehwelanga; bese kuthi UNomakhekheba noNolundwa kube amaqhamela weqhwa, akhiwa iziqa ezincibilika kanzima.

Uzungezohlelo Lwelanga: Ilanga nezinto eziluzungezayo
Uzungezohlelo lwelanga - imizulane ezungeza inkanyezi yethu iLanga

Uzungezohlelo lweLanga

Tags:

IHwanziIHwelangaUBhaqanyeziUMhlabaUNokhweziUNolundwaUNomakhekhebaUNomaxhamaUNomjubaneUNotsheziUmNyondoUmzulane

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

UMasipala wase NkandlaMaluti-a-Phofung Local MunicipalityBloemfonteinIsiTshekiSibusiso NyembeziUmculoSibbindaThokozaKwaDukuzaIzinganekwaneIsikhumbuzo seNkosi uShakaIsifo seCoronavirus 2019IsihlanzandabaIzitayela zocansiBusi MhlongoIlala DistrictShanghaiImvomve (Iqoqo lezindaba ezimfishane)Kombat, NamibhiyaIFulansiUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976Izinkundla zokuxhumanaInkathi yokwaziswaIShayinaAmaZuluIkatiOpuwo RuralWiki FoundationLacey DuvalleIFinlandiIKhaziUHlakahlisombuluUmbhoxoISiera LiyoniNew York (idolobha)INigeriaUitenhageBing CrosbyIzibongoIJalimaniUZibandlela (uDisemba)Ramdane Djamel DistrictINtshonalanga KapaNtombhela kaMalandelaHong KongIsiPholisiTropical rainforest climateNyang'hwale DistrictUmbuso wabantuF.W. de KlerkNew York IsifundaGugulethu Zuma-Ncube🡆 More