Umakhalipha: Isilekeleli esiluntinti esiphathayo

uMakhalipha uyisilekeleli esiyisicikizi esiphathwayo esivube izinsebenzo zocingo oluluntinti nezesicikizi ensizeni eyodwa.

Omakhalipha bahlukaniseka kalula phakathi komakhalekhukhwini abavamile ngezigcoyi eziqinile kanye nezihlelo ngqala ezibanzi, ezifakwe uhlelokusebenza, uxhakaxholo (kuhlanganisa nokuphequlula ulwebu oyaceni oluluntinti), kanye nensebenzo yezinsizagcezi (multimedia) ezifana (nomculo, imibukiso, izithwebuli, nemifeketho), ezifakwe kanye nezinsebenzi zocingo ezifana nokushayela ngezwi, nomqhafazo. Omakhalipha imvama baqukethe amazubela entandelo ehlayiziwe (integrated circuit (IC) chips), ezifaka neziNzwi ezinhlobonhlobo.

Umakhalipha: Isilekeleli esiluntinti esiphathayo
Isandla somuntu esebenzisa uMakhalipha
Umakhalipha: Isilekeleli esiluntinti esiphathayo
ikhasi lokuqala le-Wikipedia kumakhalipha omkhulu

Omakhalipha bokuqala babehuhiswa ngokuyinhloko endayini yohwebo, ngemizamo yokuvala isikhenke sensebenzo yezilekeleli zezezibhangqiwe ezisetshenziswa umuntu ezixhaswe Ubuchwepheshe bokhukhu, kodwa ezilinganiselwe ngenxa yokuba izigaxa ezinkulu ngokwesimo, nokuba besiphathanzuba esivutha isikhathi esincane, namaxhoxho wokhukhu wenzuko alusilili, kanye nokuba semuva kwezinkonzo zemininingo ezingenantambo. Lezi zinkinga zaxazululeka lapho kungeniswa ama-transistor amancane (ngokomthetho ka-Moore), nesiphathanzuba eziphuculiwe somthanya, amaxhoxho wemininingo yezezibhangqiwe esheshayo (ngokomthetho ka-Edholms).

Tags:

I-IntanethiIsiCikiziUmakhalekhukhwini

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Uhlelo lobandlululoIsikhumbuzo seNkosi uShakaIngungumbaneIsichazamazwiInhlelelekoIsifo seCovidAmaMbathaI-AljeriyaIKapaUmchazamibhaloSwiggyDassenhoekIzinqeLeonardo da VinciXVideosJaliNelson MandelaIFijiImpophomaWinston ChurchillIZambiaKatlehongIfilimu lezocansiUkuxhumanaUmculoIndlwabuNasty CUkudlaCW 24 NewsSomizi MhlongoUmdlwaneIsiJaphaniThandi ModiseIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaIkhompyuthaInkanukoISpaniyaIsilivaBill ClintonUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu AfrikaAmanziIsigaxa somgogodlaIsizindamininingoIjalimaniImfeneUkusokaUlimi lwezandla lwaseningizimu AfrikaUlwandleIsiSuthuUkuhlonipha (umuzwa)19081932IYukreyiniInsindisoInkolo nezidakamizwaumdayisoKayonza DistrictIsiTsotsitaalIzinkundla zokuxhumanaIDolaWOmbuso OhlangeneyoTenta, ItiyopiyaUmsinsiKwaNongomaIkhilikithiUsuku LwabasebenziTokugawa IeyasuLeleti KhumaloUmkhombeISaratovI-OsheaniyaOliver TamboIsiKhathalani2014🡆 More