Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli

INdiza eswelumuntu, ngokuvamile eyaziwa ngokuthi iDongoyi, iyindiza eswele itilosi, abashayeli noma abagibeli ngaphakathi kuyo.

Izindiza eziswelumuntu ziyisigcoyi sesimiso sezindiza eziswelumuntu, esihlanganisa isilawuli esisezweni phansi kanye nohlelo lokuxhumana nayo indiza eswelumuntu. Ukundiza kwalezindiza kungagidinga ngesilawula-kude, esiphethwe umgidingisi ongumuntu, njengendiza etiloswa-kude, noma ngamazinga ahlukene okuzihleleleka, afana nesitilosi esisizayo, kufika endizeni ezihleleleka ngokugcwele engadingi ukungenelela komuntu.

Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli
I-Elbit Systems Hermes-450 indiza eswelumuntu
Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli
i-Northrop Grumman Bat, ethwele izinzwi ze-EO/IR ne-SAR, izitholi ngesicwazi, izikhombi ngesicwazi, nezithwebuli zensibomvu
Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli
Indiza eswelumuntu yakwa-DJI, ebizwa umungcwi unophephelabane, eyindiza yezentengiselwano nokuzijabulisa ngokuthwebula izithombe zasemoyeni
Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli
uDongoyi lokushulubeza nokuphuma inqina olubizwa MQ-9 Reaper
Indiza Eswelumuntu: Indiza eswelumuntu oyishayelayo noma abagibeli
Nakuba iningi lezindiza eziswelumuntu zifakelwe izimpaphe, kodwa nalezo eziwumklamo unophephela njenge-MQ-8B Fire Scout yakwa-Northrop Grumman, nazo ziyatshenziswa.

Kuchazwa kwebizo

Ibizo lesizulu elithi udongoyi lisuselwa kulelo elisetshenziswa ukuchaza inyozi yeduna, kulingiswa elesingisi, ngenjongo yokulisebenzisa indizana endiza ngaphandle komuntu okhwele kuyo. Elithi udongoyi. Leli bizo elithi udongoyi yilona okubonakele ukuba liyafaneleka, esikhubdleni sokuthi kusetshenziswe elesingis. Futhi ngaphezu kokuthi izindongoyi zinamahlelokusebenza, zibuye zibe ezizihlelelekayo futhi zisebenzisa nobunye ubuchwepheshe obuzivumela ukuba zigununde ukuthunywa kwazo ngaphandle kokubgenelela komuntu, ubuchwepheshe obufana nokucikizela efwini, umbono wesiCikiz, uhlakahlisombulu , Ukufunda kwenguxa, Ukufunda okunzulu nokuhlonga ngomchadamezo.

Imithombo

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiHebheruUMabonakudeIzithombe ezincolile ZobuliliBhumibol AdulyadejI-AljeriyaIntwasahlobo17 ngoManduloIsingathekisoCassper NyovestImikhuba yabesifazane babenocansiIlangaIfonetikiU-Elon MuskUCansiUmfundindaloMaskandiInkondloRichard NixonIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaINtshonalanga KapaDinizuluEzoluntuIntibaneIzinganekwaneMTNDingiswayoINguqulo YezimboniUmatikuletsheniInsimbiImpisiISpaniyaImikhuba yezocansi yezitabaneIzikhathi zonyakaGcuwa, kwaXhosaMuleba DistrictIndianaKomaniInyamaUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaNorth DarfurUsuku LwamaguguUkudla kwesiZuluRonald ReaganIncwadiOgooué-Maritime ProvinceAfrikaUbuntombiImvuFort BeaufortJacob ZumaIMadagasikaIPhalamende laseNingizimu AfrikaUcansi LwendunuAhmed EzzUmongameli waseNingizimu AfrikaIgundaneAfrican National CongressColoradoNelson MandelaUmlando we-ANCAbudwakInkinsela yaseMgungundlovuIShayinaUkubhemaMtshengiseni Gcwensa🡆 More