Umlando We-Anc

iUmlando we-African National Congress , yiqembu lezombusazwe laseNingizimu Afrika, uqala nabasunguli bawo John Langalibalele Dube (umafukuzela) owaba ngumongameli wokuqala ngonyaka we-1912, kanti ngemva kwalokho kwalandela uPixley ka Isaka Seme,Inkosi uAlbert Lutuli nabanye.

futhi inhlangano ubuzwemnyama. Njengoba zazivinjelwe eNingizimu uhulumeni 1960-90, I-ANC yanqoba.

Umlando We-Anc
Ifulegi le-ANC
Umlando We-Anc
Abaholi Bokuqala beSouth African Native National Congress kusuka kwesokunxele kuya kwesokudla: Thomas Mapike, Rev Walter Rubusana, Rev John Dube, Saul Msane, kanye noSol Plaatje

Ngeminyaka yo-1960 abaholi bayo badingiswa kanti abanye babo babanjwa bagqunywa ejele iminyaka eminingi, okubalwa o-Oliver Tambo noNelson Mandela kanye nabanye, kanti nalo leli qembu lamiswa ukuba lingabe lisaqhubeka nemisebenzi yalo, lamiswa ngumbuso wengcindezelo wabamhlophe. Maningi amalungu we-ANC adingiswa kanti amanye abulawa, ikakhulukazi amalungu lawo abengaphansi kwamasosha e-ANC Umkhonto Wesizwe. I-ANC yona yayilwela umbuso wentando yeningi, ubulungiswa obulinganayo kuzo zonke izinhlanga zabantu.Ngonyaka we-1994 kwaba khona ukhetho lwezwe lokuqala lwentando yeningi mhla zinga-27 uMbasa .Okhethweni lokuqala lwentando yeningi yezwe we-1994 nomhloli walo, uNelson Mandela, waba ngumengameli wezwe. I-ANC edume ngokhongolose yavotelwa ngelikhulu isasasa ngabantu abangaphezu kwamaphesenti angama-60.

Umongameli we-ANC

Ngo-17 Disemba 2017, uCyril Ramaphosa wakhethwa ukuba abe nguMengameli omusha we-ANC.

Imithombo

Tags:

African National CongressAlbert LutuliJohn Langalibalele DubePixley ka Isaka Seme

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiJalimaniNew York IsifundaBasse-Banio DepartmentThe ProdigyIsimongothoAlebtongIYukreyiniILoboloColoradoI-AyilendiILibhiyaInkinsela yaseMgungundlovuChesumei ConstituencyIMelika EnyakathoAmaMbathaIzifunda zase GabhoniISO 3166UbuntuMatobo DistrictINamibhiyaInyamaWinston ChurchillAbichuna Gne'aPorto Alegrel3f6eIFulansiUmbuso OhlangeneyoUElizabeth IIEswatiniIsiLatviyaIsi-ArabhuBudka SufleraSibusiso NyembeziMasvingo (Isifundazwe)IkhofiPablo PicassoIOsheaniyaINingizimu AfrikaI-OstreliyaAshmounJimmy CarterIsiRashiyaIgcokama ElishaIsiKhathalaniIZambiaUtamatisiIbhubesiIMorokhoINyangaLaTeXInhlangano engenzi nzuzoIbholaUmbhoxoImvubu yolwandleIzilwaneUMkhosi woSelwa🡆 More