Impumalanga Kapa: Isifundazwe saseNingizimu Afrika

IMpumalanga Kapa (isiXhosa: Mpuma-Koloni; isiBhunu: Oos-Kaap; IsiNgisi: Eastern Cape) yisifundazwe saseNingizimu Afrika.

IMpumalanga Kapa (ngesiZulu)
Impumalanga Kapa: Amaphethelo, Izilimi, Imfundo
ibheji lesifundazwe
Impumalanga Kapa: Amaphethelo, Izilimi, Imfundo
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika
Izwe Impumalanga Kapa: Amaphethelo, Izilimi, Imfundo

INingizimu Afrika

Isiqubulo "Uphuhliso Ngomanyano"
"Development through Unity"
Idolobha elikhulu eBhayi
Ubukhuku bendawo 168.966 km²
Inani labantu (ngo-2011) 6 562 053
Inani labantu (ngo-2019) 6 712 276
Izilimi
Izinhlanga
Isiqongo iBhisho
UNdunankulu
Oscar Mabuyane (ANC)
Iwebhusayithi www.ecprov.gov.za

Lesifundazwe sisentshonalanga yeKwaZulu-Natal. Amadolobha amakhulu kulesifundazwe Ibhayi kanye neMonti, kodwa isiqongo siseBhisho. Ngobukhulu bendawo lesifundazwe silandela iNyakatho Kapa.

Lesifundazwe sinabantu abaphuma kwi-zizwe eziningi ezinamasiko futhi nobukhosi obuhlukene kodwa ezikhuluma ulimi olulodwa lwesiXhosa njengalezi; AmaMpondomise, AbaThembu, AmaBhaca, AmaBomvana, AmaHlubi kanye nezinye.

IMpumalanga Kapa iyikhaya futhi nendabuko yabantu abanjengo; Nelson Mandela, Chris Hani, Steve Biko, Oliver Tambo kanye no Thabo Mbeki.

Amaphethelo

Lesifundazwe sinamaphethelo nezifundazwe ezine zaseNingizimu Afrika kanye nezwe elilodwa iLesotho;

Izifundazwe

Izwe

Izilimi

Iningi labantu base Mpumalanga Kapa bakhuluma isiXhosa, abanye bakhuluma isiBhunu, isiSuthu, isiZulu kanye nesiNgisi.

Impumalanga Kapa: Amaphethelo, Izilimi, Imfundo 
Izilimi ezikhulunywa kakhulu eMpumalanga Kapa
     isiBhunu      isiNgisi      isiXhosa      isiZulu      isiSuthu      Alukho ulimi oludlula ezinye izilimi

Imfundo

Amakholishi

  • Buffalo City College
  • Lovedale College
  • Queenstown College
  • Port Elizabeth College
  • Ikhala College
  • Eastcape Midlands TVET college

Amanyuvesi

Imithombo



Izifundazwe zaseNingizimu Afrika Impumalanga Kapa: Amaphethelo, Izilimi, Imfundo 
iFleyistataiGauteng • Nyakatho KapaNtshonalanga Kapa
KwaZulu-NatalMpumalanga KapaLimpopoMpumalangaNyakatho-Ntshonalanga

Tags:

Impumalanga Kapa AmaphetheloImpumalanga Kapa IzilimiImpumalanga Kapa ImfundoImpumalanga Kapa ImithomboImpumalanga KapaINingizimu AfrikaIsiBhunuIsiNgisiIsiXhosa

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

UMkhandlusidlidliIzilimi zaseNingizimu AfrikaUZibandlela (uDisemba)IZambiyaIsiThununuUkunwebezaEuroPeruIsiFulentshi2009ULwaziUmCalahle2001ISO 3166Abaprofethi bakaKrestu1969InkawuIgolideI-AzeriEast RandIKapaBig ZuluUitenhageINtuhlaIThekiIzinqeUmculo wohlobo lwe-Eletronic DanceIsipontshi Bob Amabhulukwe AyisikweleILatinInhleleleko yekhayaIndlwabuNtombikayise Priscilla KhubekaUbuciko bomlomoUcwaningoI-TwerkingIWelisi1994ULeleIgwababaIHwanziUbuBudhaINgqoqelolwaziCansi lomlomoWashington, D.C.Izibongo zenkosi uShakaUkukhuliswa kwomthondoII-YukreyiniUbusikaIsiPholisiILondonMuhammadIzitshaloUkukhanyaIndlwabu eyenzwa abaningiIzinyanga zonyaka ngesiZuluUkulandwa kongasekhoUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976ILibhiyaIndiaOlokunInomboloMona LisaImfundoIBhurundiIKamerooniUlimi lokuhlelelisaIsondoINihweITaliyaINgilandi🡆 More