Isinqandagciwane: Isiqa esithiya amagciwane afana nezinungwana

Isinqandagciwane siwuhlobo lwesiqa esithiya amagciwane (antimicrobial) afana nezinungwana. Siwuhlobo lwezinqandazinungwana ezibalulekile ekulwisaneni nokuhogeleka kwezigulo zezinungwana, futhi imishanguzo yezinqandagciwane isetshenziswa kabanzi ekwelashweni nasekuthiyeni lezo zigulo. Izinqandagciwane zingakwenza kokubili ukujuqa noma ukujiyeza izinungwana. Ezinye izinqandagciwane ezimbalwa zinobuqhebeqhebe bokunqandazinanjazana. Izinqandagciwane ngeshwa azinawo amandla wokulwa namagciwanyane afana nalawo abanga umkhuhlane noma ubhadane; imishanguzo ekwazi ukujiyeza ukukhula kwamagxiwanyane yna ibizwa ngokuthi imishanguzo enganqanda ubhadane. Futhi asinamandla ngokumelene nokhunta; imishanguzo ejiyeza ukukhula kokhunta ibizwa izinqandakhunta.

Imithombo

Tags:

Antibiotic_sensitivity_test

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Miami, FloridaIsiPholisiUkuzivocavocaOuled RachedUzungezohlelo lweLangaIzindaba ze-SABC1989InkawuIncwazubaMain PagePhimosisUsuku lwaMalungelo EsintuUkuphepha kwesicikiziUmculoSoftware design patternISpeyiniIjwabuUígeInkinsela yaseMgungundlovuUsokleleI-AggeneysUkungena komunweUmchazamkhathiIfonetikiImvumelwano SiqaloWayback MachineINtshonalanga KapaIzinhlamvu Zamagama1999IGoli (idolobha)Wiki FoundationZomatoUmbhaliBechloul DistrictDinizuluUkuvotaUkujulaIbizoIntuthuFloridaIGrekiIsiNguniUNhlaba (uMeyi)IsitabaneINzawuUmfundisiToshirō MifuneEzomnothoJohnny SinsInkoloDonald TrumpSomizi MhlongoUMasipala wase NdumeniUMabonakudeKomaniZaharaKomeshaIxoxo eliluhlaza okotshaniChumbe IslandShivajiIsiNgisiIsidakamizwa🡆 More