Intwentshe: Inhlengenhlenge yezinhlayiyancinci zentshogcezi emanzini

Intwentshe iyinhlengenhlenge (emulsion) yezinhlayiyancinci zentshogcezi (polymer microparticles) ezisemanzini.

Izintwentshe zitholakala emvelweni, kodwa izintwentshe ezikhandiwe nazo zidumile.

Intwentshe: Inhlengenhlenge yezinhlayiyancinci zentshogcezi emanzini
Ukugqoba intwentshe esihlahleni, ukuze isetshenziswe ekukhiqizeni injoloba

Emvelweni, intwentshe itholakala ingumtshoko osabisi ezitshalweni eziqhakazayo ezingaba ishumi ekhulwini. Iyinhlengenhlenge eyinkimbinkimbi eshumanqayo lapho ihlangana nomoya, equkethe Izakhamzimba, alkaloids, starches, Ushukela, Amafutha, tannins, resins, and gums. Uvame ukutshokozwa emva kokulimala. Ezitshalweni eziningi, intwentshe imhlophe sabisi, kodwa kwezinye iphuzi, intshungwa, noma intwentshe emtshezi. Umsebenzi wayo ezitshalweni ukuzivikela izinambuzaneni ezidla Izitshalo. Intwentshe akufanele iphambaniswe nomtshoko wesitshalo (sap); ngoba uyisiqa esihlukile, esikhiqizwa ngokuhlukile futhi esinemisebenzi ehlukile.

Ngokuvamile imikhiqizo yentwentshe ibizwa ngokuthi ngeyenjoloba, lokhu kungenxa yokuthi intwentshe igama elibuye libhekisele kwinjoloba yemvelo, ikakhulu injoloba engaphekiwe.

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IRiphabhuliki yaseNingizimu AfrikaNUmbuso OhlangeneyoUkudludlunga ulimi lwemveloIsi-ArabhuI-AyisilandiIDenimaki8 ngoNhlolanjaArada (Addis Ababa)IsiThununuUMkhandlusidlidliKing William's TownUsuku lwaMalungelo EsintuJobe1983UtahIsOhweUmchazamkhathiIsiRashiyaBrenda FassieImilolozeloIkhasi Elikhulu1985Ibhola lezinyawoIHwelangaInomboloIYemenIsAcaguUmkitizoUzukhwithiMuhammadInyamaILatviyaULwezi (uNovemba)I-AljeriyaUmchazanyandlaUmumbuIfonetikiUmNgcikishoDildoAbantu Bomdabu eNingizimu Afrika abeZilimi zesiBantuIfilimu lezocansiGugulethu Zuma-NcubeJikharraIbhubesiIndodaAmanzi2000PanamaUNomakhekhebaMkabayi kaJamaKhuzani MpungoseManzana, MpumalangaUmshado wasezulwiniUketsheziInkolo yaka-Mormon nezithombe zobulili ezingcolileIsigubhuAbantu abansunduUZibandlela (uDisemba)Indian Premier LeagueIKapaIsiPholisiIzibalomininingo1968IGoli (idolobha)INgqoqelolwaziIsidlakalasi esivuselelekayoUzungezohlelo🡆 More