Inzululwazi Yokuqogelela

Inzululwazi yokuqogelela, or izifundo zomqogelelo, yisifundo sombono sokwakha nokukhetha imiqogelelo, okungamabhidli emibhalo, iziqoshwa zomsindo nezilekeleli zokuqoqonga imininingo.

Various documents curated for readers at the National Archives, UK. Arranged in boxed shelving with glass doors.
Imibhalo enhlobonhlobo ekhethelwe abafundi eMqogelelweni weZwe, e-UK

Ukuze kwakhiwe futhi kukhethwe umqogelelo, kudingeka kutholwe futhi kuhlolwe izithako eziqoshiwe, nokuba kube lula ukuzifikelela kamuva lapho zidingeka. Ukuze kwenziwe lokhu, inzululwazi yokuqogelela ifuna ukuphucula izindlelasu zokuxilonga , ukuqoqonga, ukukhweza, nokuhlela uqukathomgama lweziqoshwa.

Isiqoshwa somqogelelo sikhweza imininingo engasoze yaguqulwa. Ukuze ube yigugu ebantwini, umqogelelo kufanele uthembeke. Ngalokho, umqogeleli unesibopho sokuqinisekisa imibhalo yomqogelelo, efana nemibhalo engokomlando, ukuze aqinisekise ukwethembeka kwayo, ubuqotho bayo, nokusebenziseka kwayo. Iziqoshwa zomqogelelo kumele zibe yilokho ezithi ziyikho; zimelele ngokunembile ubuqhebeqhebe ezazidalelwe bona; zethule isithombe esicacileyo ngoyaca lwesiqikili; futhi zibe sesimweni sokusebenziseka nasendaweni efikelelayo.

Imithombo

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

ISudanUbisiIsiHausaIFacebookIRuwandaAbu Omar al-KuwaitiI-IndonesiaKrishnaDBZ NtuliUkubingelelaMtshengiseni GcwensaIzinganekwaneIGhannaIzitayela zocansiUMasipala wase NdumeniIsiPhathanzuba esifukuthwabushaFort Beaufort1519UkudlwengulaAmasikoUmlando we-ANCZibaluleke ngani izinganekwaneIngqalabuthoIsiphequluliUmongameli waseNingizimu AfrikaIntuthuIPakistaniIsiBhunuIkhasi ElikhuluUmfundindaloNassef SawirisINyakatho KapaIFulansiUMfumfu (u-Okthoba)IndlulamithiIzinkundla zokuxhumanaNomusa Dube-MncubeTegedaIvondweLasandra MajolaAhmed EzzKomeshaLacey DuvalleIRichards BayCyril RamaphosaUbuliliShakaIOsheaniyaUNotsheziUmbhaliMahmoud AwadallahIzibongoCoordinated Universal TimeIParisiLuau, Cuanza SulAbayizithuluIkhompyuthaILatviyaCassper NyovestIphephandabaUkukhanyaUmuntuIsidakamizwaUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976I-AntatikaUKhisimusiDonald TrumpAmaphupho🡆 More