Imbudle: Uhlobo lomdwambu owaziwayo

Imbudle ingumdwambu owaziwayo ogabe ngokuba nezidlikithi (superpowers), namakhono angaphezu kwawabantu abavamile, futhi ineqhaza elifana neleqhawe, elibamba ngokusebenzisa amandla ayo ukusiza ekwenzeni umhlaba ube indawo engcono, noma ngokuzinikezela ekuvikeleni abantu nasekulwiseni ubugebengu.

Inganeko yembudle (Superhero fiction) iwuhlobo lwenganeko egxile kumdwambu onjalo, ikakhulu kusuka ngeminyaka yowe-1930, ezincwadini zamafuzamuntu (comic books) zaseMelika (kamuva nasemibukisweni yase-Hollywood, yamalando, nemifeketho kamabobakude neyeBukwa), kanye nazinsizakusakaza zaseJaphani (ezihlanganisa ikamishibai, itokusatsu, imanga, ne-anime)

Imbudle: Uhlobo lomdwambu owaziwayo
Umfanekiso wembudle ye-Connecticut ComiCONN

Tags:

Isidlikithi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Usuku LwabasebenziIMozambikiUmphakathiMoretna JiruLehlohonolo SeemaIsichazamazwiIntwasahloboUmQongoPornhubIziPhiliUlimi lwezandla lwaseningizimu AfrikaUkhisimuziKayonza DistrictXVideosUmbhoxo1908Igcokama ElishaInqabakundizaINzululwazi yoKwaziswaIXhweSibusiso Nyembezi2010Yintoni imfundoUphuthuIsikhathi sendawoIZambiaDonald TrumpIsiKatalaniINamibhiyaIsitabane1999ISpaniyaIShayinaSri LankaIfonetikiIntwentsheIAngolaShakaIndlovuIsikhathiIMelikaUmchazamibhaloUniversity of South AfricaAmalungelo Abantu eNingizimu AfrikaI-OstreliyaImvubuImfeneShebeshxtVladimir LeninInkampani esisuluMarie LuvGoogle TranslateIsiXhosaDassenhoekIzibongoIChristiana, INyakatho-NtshonalangaUhlelo lobandlululo1991UkuxhumanaNelson MandelaIsiTsotsitaalINingizimu AfrikaIAfrikaIKhongo-KinshasaIParisiPetaukehqoy3ILondonAmaholide omphakathi eNingizimu AfrikaAmaqandaAmaZulu🡆 More