Imozambiki

IMozambiki (noma iMozambique; isiPutukezi: Moçambique; isiChewa: Mozambiki; isiSwahili: Msumbiji; isiTsonga: Muzambhiki) yizwe eliseningizimu yezwekazi lase-Afrika.

Yizwe elikhulu enezizwe eziningana ezihlala khona. Inhloko-dolobha yaseMozambiki iMaputo.

Imozambiki Imozambiki
Imozambiki
IsiqongoIMaputo
Izilimi isiPutukezi
Uhulumeni
 -  Umongameli Filipe Nyusi
 -  Prime Minister Adriano Afonso Maleiane
Ukwenza
 -  Ukuzisa ahlukana wOmbuso Ohlangeneyo 25 June 1975 
Ubukhulu
 -  Jikelele 801,590 km2 
309,496 sq mi 
Inani labantu
 -  2023 ukulinganisa 32,513,805 (45)
 -  Ixuku labantu 28.7/km2 
74.3/sq mi
Imali Mozambican metical

Umsuka wegama

Imvelaphi yegama lesiPutukezi elithi Mozambique ayicaci ngokuphelele. Kukholokala ukuthi igama elithi Mozambique lingase lisuselwe egameni lesi-Arabhu. U-Mussa Bin Bique (ngesi-Arabhu: موسى بن بيك) wayengumbusi wesiqhingi sase-Mozambique ngaphambi kokuba amaPutukezi athathe isiqhingi ngo-1544.

Izilimi zaseMozambiki

Izizwe zaseMozambiki zikhuluma izilimi eziningana. Iwebhusayithi yeGlottologue ibala izilimi ezingama-46, zaseMozambique. IsiPutukezi saseMozambiki sisasetshenziswa njengolimi oluvamile ezindaweni eziningi zezwe.

  • isiPutukezi saseMozambiki (Português moçambicano)
  • isiMakhuwa Emakhuwa
  • isiSena Cisena
  • isiTsonga Xitsonga
  • isiLomwe Elomwe
  • isiShona chiShona
  • isiTswa Xitswa
  • isiRonga Xironga
  • isiNyungwe Cinyungwe
  • isiTshopi Chicopi
  • isiYao Ciyao
  • isiMakonde Chimakonde
  • isiKoti Ekoti
  • isiMwani Kimwani
  • isiSwahili Kiswahili
  • isiSwazi SiSwati
  • isiZulu


Imithombo

Tags:

IsiPutukezi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiJaphaniIsisindoHabo, SomaliyaIzindlovukazi zasolwandleUbuliliMangosuthu ButheleziUNandi kaBhebheIhloboIParisiIPitoliUhlelo lwenhlonzabusoUkunwebezaPorto AlegreINkece yezezibhangqiweUgwayiInkosi ibhubesiZaharaIsitabaneIsiZuluEshoweIJalimaniIzibongoIzibongo zenkosi uShakaNESARAPornhubINgqalabaI-FrotIkatiImikhuba yabesifazane babenocansiIzinyanga zonyaka ngesiZuluAranosJulius MalemaMisuzulu ZuluUkuhumushaDjemourah DistrictIRiphabhuliki yaseNingizimu AfrikaUmchazathoIqhwaIphephandabaIzinga Lentuthuko YabantuConnie FergusonUtamatisiIMoskwaAndile LungisaJama kaNdabaAmalungelo Abantu eNingizimu AfrikaIzitheloIndlovuIthoyizi locansiXHamsterIgundaneITshileLeilani LeeaneKhuzani MpungoseGoodwill Zwelethini kaBhekuzuluIzifenqo zaseGibhitheIzinkanyezi Ezintsha (Izinganekwane Zesimanje)UKhisimusiAngacha (woreda)KatlehongIsiFulentshiGandajikaOgbonnaya OnuIThekiIsiOsithaniIsiXhosaULwezi (uNovemba)IsiPholisiIzithombe ezincolile ZobuliliIJaphaniUmkholezimaUcansi ngomlomoZwide kaLangaIziqhingi weFalklandInkalankalaIPhicamveloSjava🡆 More