Amaholide Omphakathi Eningizimu Afrika

INingizimu Afrika inama holide omphakathi ayi-12 asemthethweni agujwa minyaka yonke.

Uhlu lwama-atikhili kwi-Wiki

Nangesikhathi sobandlululo kukhona amaholide akade egujwa aphinde aqhubeka ukuthi agujwe emva konyaka we-1994, amaningi ayegujwa ngalesi sikhathi achithwa wonke. Iningi lamaholide agujwa eNingizimu Afrika aba semthethweni emva konyaka we-1994 ngenkathi iNingzimu Afrika ithola Inkululeko. Amaholide amaningi aseNingizimu Afrika aqala ukugujwa emva konyaka we-1995 ngesikhathi Umthetho Sivivinywa Wamaholide Omphakathi uvunyelwa uPhalamende ngonyaka we-1995.

Amaholide Omphakathi Eningizimu Afrika
Ifulegi laseNingizimu Afrika

Uhlu lwamholide omphakathi agujwa eNingizimu Afrika.

Usuku Igama Lahlongozwa
1 January New Year's Day 1910
21 kuNhlaba Usuku lwaMalungelo Esintu 1990
Ulwesihlanu ngaphambi kweSonto Lephasika Ulwsihlanu Oluhle 1910
Umsombuluko olandela iSonto Lephasika Usuku Lomndeni 1980
27 kuMbasa Usuku Lwenkululeko 1994
1 kuNhlaba Usuku Lwabasebenzi 1995
16 kuNhlangulana Usuku Lwentsha 1995
9 kuNcwaba Usuku Lwabesifazane 1995
24 kuMandulo Usuku Lwamagugu 1995
16 kuZibandlela Usuku Lokubuyisana 1995
25 kuZibandlela Ukhisimuzi 1910
26 kuZibandlela Usuku Loxolo 1910

Imithombo

Tags:

Ningizimu Afrika

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

UNotsheziIButswanaPablo PicassoI-IrakiEMandeniAmaqandaUNcwaba (u-Agasti)UkuhumushaUMhlaba2019IzitheloISwidiUmtapowolwaziXHamsterAmaphuphoIndiaINguxaUkunyandlaIntwasahloboIZaga ngesiZuluILoboloUMkabayi kaJamaGoodwill Zwelethini kaBhekuzuluIfilimu lezocansiIsiZuluUmalalevevaIKhongo-BrazzavilleUcwaningoIzinyanga zonyaka ngesiZuluUkuzivocavocaEzokuxhumakudeIsiphequluliISO 3166Inkinsela yaseMgungundlovuIthoyizi locansiIqhwaINguqulo YezimboniShendiUkucwasa ngokwebalaIsreyiliINigeriaAfrican National CongressILatinUkuCikizaImpisiInkalankalaUbusikaIbhola lezinyawoMpuma Kapa TVInjaUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976ITshekiUBudhaUketsheziUManyaziniIsiwehle segumelo loxhakaxholoINyakatho MasedoniyaIsiTsotsitaalUZibandlela (uDisemba)Izikhathi zonyakaIMiyonziIPhothugaliIndlulamithiUhleloxhumano lwamaselulaILithuwaniyaImfundo yabadalaInhlangano engenzi nzuzoUkuphefukisaUkhuntaImvuNtombaziMalandela kaLuzumanaJoyous Celebration🡆 More