Amazulu

AmaZulu yibona abantu abaningi kakhulu lapha eNingizimu, abeqhawe baningi nje, ingenxa yomlando wesizwe sakwaZulu omude futhi ojulile.

AmaZulu
Amazulu
labantu Isamba
10,659,309 (Ukubala kuka-2001)
Izifunda ezinabantu abaningi
Amazulu INingizimu Afrika
KwaZulu-Natal 7.6 izigidi
IGauteng 2.9 izigidi
Mpumalanga 1.9 izigidi
IFleyistata 4 izigidi
Izilimi
IsiZulu
(abaningi bekhuluma IsiNgisi, IsiPutukezi, IsiBhunu, IsiXhosa)
Inkolo
ubuKristu, Izinkolo zendabuko
Ahlobene bezinhlanga
AmaNguni, AmaXhosa,AmaSwazi, AmaNdebele

Amakhosi akwaZulu

AmaZulu angamaNguni futhi ohlobene kakhulu namaSwati, AmaXhosa kanye namaNdebele. AmaZulu atholakala eMozambique, eMalawi, eAngola, eZimbabwe, naseTanzania. AmaZulu akhula kakhulu ngenkathi kubusa inkosi uShaka kaSenzangakhona, okunguyena owahlanganisa izinhlanga ezahlukene ukuze kube isizwe esisodwa. Amagama esiZulu aseze angena nasolwini lwesingisi futhi uZulu udume umhlaba wonke. AmaZulu yibona abantu abadume kakhulu eAfrika ngenxa yeqhaza amakhosi namaqhawe akwaZulu alidlala ngenkathi belwa nabelumbi belwela umhlaba wabo. UZulu wanqoba amaNgisi kabili ezimpini ezahlukene, into ebingakaze yenzeke, kwazise phela isibhamu sasingakaze sihlule umkhonto nesihlangu. AmaZulu aqhamuka phesheya neAfrika phecelezi, North Africa, lapho aye yingxenye yesizwe samaNguni, okwakuyibona abantu baseGibhithe bebalekela isomiso sogwadule iSahara. Lapha eNingizimu badibana namaKhoi-San, okuyibona abantu bakuleli bokuqala. IsiZulu sikhulunywa yiningi labantu baseSouth Africa. Sitholakala eMndenini wezilimi obizwa ngokuthi amaBantu Languages.

Igalari

okunye okuthinta loku

Imithombo

Imithombo yangaphandle

Tags:

Amazulu Amakhosi akwaZuluAmazulu IgalariAmazulu okunye okuthinta lokuAmazulu ImithomboAmazulu Imithombo yangaphandleAmazulu

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Fort BeaufortImveloIMelika EningizimuAfrikaIzilwaneIkatiSenzangakonaUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloI-IndonesiaUkungavuki kwepipiUmsindoImbongiUkubhemaIOsheaniyaISikotilandiIShayinaIsiHebheruUmatikuletsheniIsizindalwaziUkungondlekiButha-Buthe, IdolobhaIsiZuluIsiTsotsitaal14 ngoNtulikaziIsidakamizwaWiki FoundationRuiruIPort ShepstoneUxhakaxholoINyangaIKhanadaToshirō MifuneInzululwaziUkudludlunga ukudlaMagharibi DistrictIngoniIMekisikoGiang12394IsiJapaniUKhisimusiBechloul DistrictIBhayibheliIFacebookIMininingoOuled RachedUhlu lwamaqembu ezombusazwe eNingizimu AfrikaImaliUxhoxho olungenantamboIsithembuAbu Omar al-KuwaitiDlaminiISO 3166IGabhoniUmbuso OhlangeneyoUmxubeUkunwebezaUkuphepha kwesicikiziGindhir (woreda)Ukukhwentuza (kumchazandalo)IZaga ngesiZuluRudoILatviyaITogoIthemba🡆 More