Umbukisonyali

Imibukisonyali ( okuyigama eliyinhlanganisela yelithi umbukiso kanye nelithi nyali ) iyizinsizakuxhumana ezilumbanisiwe nezithonywe ngokwezezibhangqiwe ukuze zenane ngokugculisayo ukubukeka komuntu othile ngommomo womunye.

Imibukisonyali iwukulunjwa kommomo wobuso kusetshenziswa izindlelasu eziphehlayo ezinzulu. Nakuba isenzo zokukhanda isiqikili esiwubunyolo kungeyona into entsha, imibukisonyali isebenzisa ubunyoninco obunamandla bokufunda kwenguxa kanye nohlakahlisombulu ukuze iphehle isiqikili esiyimibukiso nezilalelwa esikwazi ukukhohlisa kalula. Izindlelasu eziyinhloko zokufunda kwenguxa ezisetshenziswa ukukhanda imibukisonyali zisekwe ekufindeni okunzulu futhi zibandakanya ukuqeqesha izinhlaka zoxhoxho lweziNzwa olumbulu, noma amaxhoxho aphehlayo (GANs). Bese umkhakha wokuphanda imifanekiso wona uthuthukise ubuchule bokuhlonga imifanekiso elunjiwe.

Imithombo

Tags:

UHlakahlisombuluUkufunda kwenguxa

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

UkuchithaUmsinsiShebeshxtIsiPutukeziIkhilikithiUcansi ngomlomoIYurophuInqabakundizaDinganeJohn F. KennedyIYerusalemDhuxun (woreda)IYukreyiniIndlovuUbusikaImvubuUxhakaxholoUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu AfrikaIZizwe EzihlangeneIsilumbamdikiIsambaneWashington, D.C.IsiSwidishiNasty CIzindlovukazi zasolwandleUvoI-IrakiIzitayela zocansiI-African Cup of Nations yabesifazaneUbisiSenzangakonaUkuhlonipha (umuzwa)IBloemfonteinInkomaziIzibongo zenkosi uShakaUkucwasa ngokwebalaIsitambuUmushoSri LankaUbucikoAmanziImboni (kwezomnotho)Isi-ArabhuLusakaIsiXhosaIsizindalwaziZwide kaLangaINgilandiAmaZuluDassenhoekItshe lagaya ngomunye umhlathiI-ChatGPTIsreyiliUkusokaLindani SikhakhaneIsiphequluliImfundo yabadalaIzibongoGoogle MapsUmthondoIntufesheUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloUkudlwengulwa kwabesilisaIziPhiliAmazubaUcansi ngamabeleSibusiso NyembeziInkalankalaIGautengIsiKhomorosi🡆 More