Ukuhumusha Kwenguxa: Ukusetshenziswa kwehlelokusebenza ekuhumusheni ulimi

Ukuhumusha kwenguxa, noma ukuhumusha ngomshini (akumele kudidaniswe nokuhumusha okulekelelwa isicikizi, kuwukuhumusha okwenziwa umuntu elekelelwa inguxa noma ukuhumusha okunananayo ), kuyingxenye yomkhakha wezilimi zesicikizi ophenya ukusetshenziswa kwehlelokusebenza ukuhumusha umbhalo noma inkulumo isuka kolunye ulimi iye kolunye.

Ngokwesisekelo, ukuhumusha ngenguxa kumane kuwukufaka amazwi olunye olimi esikhundleni solunye ngenguxa, kodwa lokho kukodwa akukhiqizi isihumusho esihle ngoba kusadingeka ukuqashelwa kwemishwana ephelele kanye naleyo elingana nayo olimi okuhunyushelwa kulo. Amazwi olimi oluthile akwenzeki ukuba wonke abe nalingana nawo ngolunye ulimi, futhi amazwi amaningi aba nencazelo engaphezu kweyodwa.

Tags:

IzilimiUkuhumusha

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Esna, GibhitheUmCalahleKelly KhumaloIndodaNelson MandelaUcansi ngomlomoIfonetikiUMasingana (uJanuwari)Robbie MalingaI-AyisilandiI-transformerIsibunuUmCalahle ontuhlambiliWWE RawUbuChwepheshe boKwaziswaWikipedia1981IdolobhanaIkhompyuthaIthoyizi locansiUbungo DistrictIlu Galan (woreda)IgwababaULwaziBuenos Aires2012UmthofuIbhola lezinyawo19941985Inhleleleko yekhayaIFinlandiINgilandiBhonasi ye-rouletteIZaga ngesiZuluIsiKotilandiUmNgcikishoImvuBangladeshITshekiUMandulo (uSepthemba)IsiSpeyiniIgolideUmkhombeEzocansiIKamerooni1969Base-EshiyaTsotsiUbusikaUbuntombiIkhasi ElikhuluUzukhwithiNIndlwabuIsiHausaUNokhweziUmhlelelisiIsiNguniUsuku lwabesifazaneUlwandleIsidlakalasi esivuselelekayoUcansi ngamabeleEuroUmbhoxoUmculo wohlobo lwe-Eletronic DanceIHwanzi🡆 More