Ezocansi

Ezocansi, noma izifundo zocansi, kuyisigaba solwazi olungaphansi kohlobo lofundondalo lomchazabuntu.

Izifundo zocansi uhlobo lolwazi oluphathelene nokuqonda ubudlelwano phakathi kwabantu ngokocansi, izindlela obuguquka ngazo emlandweni nasekuhambeni kwesikhathi, njll. Okugqamayo kwezocansi uthando oluvela phakathi kwabantu nezinhlobo zabantu abathandana nabo. Igama elisetshenziswa ukuchaza abantu abathandanayo bobulili obufanayo "yisitabane" elaqala njengenhlamba. Kulezi zinsuku kukhona abaningi abafuna ukunqoba leli gama balisebenzise ngendlela engeyimbi. Kungenxa yezocansi nezobulili ukuba sazi namhlanje ukuthi ukuba nguye umuntu othandana nomunye wobulili obufana nobakho, noma umuntu onobulili obuhlukile kunobabanye, kujwayelekile futhi kuhle ngoba kuyisimilo somuntu azalwa enaso.

Okuhlobene kakhulu nezocansi ngezobulili, lapho kufundwa khona izimilo zabantu nobulili babo obuhlukahlukene, izindlela abazethula ngazo ukuveza imizwa yobulili babo, njll. Lokho kungabandakanya nezingubo ezigqokwayo, iziphaqulo ezisetshenziswayo, amaphimbo, ukuguqulwa kwemizimba, nokunye okuhlosiwe ukuveza ubulili ngendlela ehambisana noqobo lomuntu thizeni.

Ezocansi
Izimpawu ezisetshenziswa ukuchaza izinhlobo zothando phakathi kwabantu

Tags:

IsayensiIsikhathiIsitabaneUlwaziUmchazabuntu

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

PhosithitisiIsiqaUmhweboThabo MbekiIsizindalwebuIYukreyiniIsiZuluI-Alexandria, IMpumalanga KapaIndodaUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)UMasingana (uJanuwari)IMozambikiAmaqandaItiyopiya1999XVideosNetherlandsIndlwabu eyenzwa abaningiRuvuma RegionIKwaZulu-NataliIhloboINkabazwe GiniIgogoUkukhuliswa kwomthondoAweil South CountyBill ClintonIKhongo-KinshasaUkudlwengulwa kwabesilisaIMekisikoSABC 3ImveloImvumelwano SiqaloHola, KhenyaINswelandeniUmNgcikisho wamazubaInkolo(isehlukaniso)Izindaba zomphakathi we-BiUcansi ngamabeleInhloliSenzangakonaIYurophuOmusati RegionUsuku lweNkululekoItshe lagaya ngomunye umhlathiIsiPutukeziUsuku lokubuyisanaSened DelegationNdwandweUkhahlambaIsakhiwoǁKaras RegionUsuku lwephasikaUbuchwephesheIsambaneEzokuxhumakudeMtshengiseni GcwensaIzinqeIMaltaIWikipedia(Isehlukaniso(Inzondo ebhekiswe kwabathandana nobulili obufanayoKwaDelaUkudlwengulaChris HaniAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaHigloley (woreda)IkhilikithiIAfrikaUkuhumushaImfundo yabadalaImvubuIzikhathi zonyakaBeitbridge DistrictImaliLehel-Yucub (woreda)🡆 More