Inkalane: Isihlahla senkalane

Inkalane (ILatin: Aloe arborescens), noma umhlabane uhlobo lwesihlahla olubizwa ngokuthi inhlaba esimila kwaZulu-Natali, eMpumalanga kanye nase Limpopo esisetshenziswa ngabalephi bendabuko ukwelapha.

Lesi sihlahla sinamahlamvu amade aqinile aluhlaza cwe acijile emachosheni. Uma sekusondele ubusika ngenyanga kaNhlaba kuze kube nguNtulikazi lesi sihlahla sikhipha izimbali ezinombala okhangayo. Lezi zimbali zinemibala egqamile okubalwa kuyo obomvu kanye nophuzi kanti zithandwa kakhulu izinyosi kanye nezinyoni ngoba zithanda umpe oluthokala kulezi zimbali.  

Inkalane: Isihlahla senkalane
Isihlahla senkalane

Ukusetshenziswa

Lesi sihlahla sisetshenziswa ukwelapha izifo ezingi ebantwini kanye nasezilwaneni. Amahlamvu enhlaba ayagaywa bese ephuziswa lowo onesisu esibuhlungu. Amahlamvu agayiwe abuye anikezwe izinkukhu ukuzivikela ezifweni ezinigi. Amahlamvu alesi sihlahla abuye asetshenziswe ukulapha amathole. Omunye umsebenzi obalulekile walesi sihlahla ukulapha isikhumba somuntu oshile.  

Tags:

ILatin

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Coordinated Universal TimeAma-AzabaijaniIKongoIzindaba ze-SABCWiki FoundationUMphrofethi u-Isaiah ShembeCansi lomlomoInhlanziFarhan Rana RajpootIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaThe Land of SkullsIsakhamzimbaIsiBhunuUbusikaIjwabuIzibongo zenkosi uShakaEzoluntuUkhisimuziUkuhloniphisa (Zulu Euphemism)I-EshiyaIAshiyaSomizi MhlongoIsiPheresiyaHollywoodbetsIsiCikizi esiyisiBhebheUMabonakudeIzithombe ezincolile ZobuliliDora (cartoon)Kabza De SmallUkudlwengulaINzululwazi yoMtapolwazi noKwaziswaIRomaniyaIsiKhathalaniUzungezohlelo lweLangaISpeyiniUmakhalekhukhwiniTsakaneINzawuUsuku lwabesifazaneInhlayiyanaUmdlavuza womthondoItshe lagaya ngomunye umhlathiIkhambi lokugomaMaskandiIsiFulentshi17 ngoManduloGiang12394IsitambuIhloboNassef SawirisNdaba kaMagebaSjava2015QusUxhakaxholoAkira KurosawaIGrekiUmnyikilizoEswatiniIsithakoUcwaningoIsizindalwaziInyamazaneAbantu Bomdabu eNingizimu Afrika abeZilimi zesiBantuLuau, Cuanza Sul🡆 More