Albert Luthuli

Albert John Mvumbi Luthuli wazalelwa e Solusi mission station e Zimbabwe.

Wazalwa ngo 1898, ubabawakhe ngu John Bunye Luthuli. u-Albert John wayeyi ngane ye nkosi eGroutville e Mvoti Mission Reserve ngase stanger, eNatali. Waba yi christian missionary nge langa lesikhombisa esontweni elibizwa nge-adventist. Wayengumtoliki endaweni yase Matabele eRhosedia. umama wakhe kwaku ngu-Mtonya Gumede futhi wayechitha isikhathi esiningi endlini kaCetshwayo ka Mpande. Wayeyi nkosi yombuso waKwaZulu kodwa futhi wayeyingane yesithathu.

Albert Luthuli
Albert John Luthuli (1961)

Ubaba wakhe kwakungu-John Bunyan Luthuli, owayechitha kakhulu isikhathi naye kanye no mama wakhe kusukela onyakeni ka-1906 kuya ku-1908 endaweni yase Groutville. Babehlala no malume owayebizwa ngo Marthin Luthuli ngonyaka ka-1911. u-Albert wafunda esikoleni esibizwa nge-Local Congregationalist Mission School.

Albert wayakofunda e-Ohlange Institution Boarding School eyayiphethwe ngu-John Dube owayenguhulumeni we-South African Native National Council (SANNC). u-Albert wathuthelwa e-Edendale ngase Mgungundlovu ukuze aqhubeke izifundo zakhe zobuthisha. Washona ngo-Ntulikazi 21, 1967.

Tags:

Zimbabwe

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

InkawuIsitabaneUsuku lwaMalungelo EsintuGcuwa, kwaXhosaUMkhosi woMhlangaUmfundisiIKrowatiMuleba DistrictIbizoIzithombe zobulili ezingcolileRandburgUNelson MandelaIjwabu2001UmbhoxoINzululwazi yoMtapolwazi noKwaziswaMSS GcumisaIsiJaphaniUmalalevevaMahmoud AwadallahUbuHinduAmaSimpsonIzilimi zaseNingizimu AfrikaISikotilandiDora (cartoon)INzawuIsiBhunuShivajiUkusokaIthoyizi locansiBenedict Wallet VilakaziAmanziImikhuba yezocansi yezitabaneMalandela kaLuzumanaUkhambaUcwaningoUsuku lwenkululeko17 ngoManduloIRashiyaUkubingelelaDingiswayoAhmed Abu HashimaXVideosIsithakoINgilandiKelly KhumaloIHungariyaUmchazalwandleEzombusazweItshe lagaya ngomunye umhlathiMkabayi kaJamaIsiHausaInyamazaneIBhayibheliIRiphabliki yaseNingizimu AfrikaIchibiIntuthuKomaniIThusiGiang12394Farhan Rana RajpootShimoniInkolo kaBudhaIzinhlamvu ZamagamaDolow District🡆 More