Umntwana Ubhekintinta Kaphumanyova

UMntwana uEugene Bhekintinta kaPhumanyova kaBhokwe kaZibhebhu kaMaphitha kaSojiyisa kaJama Zulu uyiNkosi yesizwe sakwaMandlakazi, KwaNongoma, KwaZulu Natal.

UMntwana usehole isizwe sakwaMandlakazi kusukela ngo-1978. INkosi yakha isigodlo sayo esaziwa ngokuthi ise-EBhanganoma.

Umntwana Ubhekintinta Kaphumanyova
Isithombe esikhombisa umlando wesizwe sakwaMandlakazi

Ukhokho weNkosi uBhekintinta uZibhebhu kaMaphitha wabe ezalwa endlini kaMaphitha. Wabe ezalwa endlini yakwaMandlakazi okwabe kungumuzi owethiwa nguyisemkhulu uSojiyisa. Wabe elama intombazane egama layo kunguMntwana uNsabeka. Ibutho lakhe kwabe kunguMxhapho. UZibhebhu waba induna yebutho uDloko. Waganwa iNdlunkulu uMaSithole indodakazi yeNkosi uMatshana eQhudeni egama layo kwakunguGeja.

Imithombo yolwazi

Tags:

UMasipala wakwaNongoma

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

1981Izikhathi zonyakaUmCalahle ontuhlambiliINihweIsAcaguUbungo DistrictIsiBhunuIsiqungoLouis XVI waseFranceIsilinganisoUmgqagqaIMozambikiUmumbuILatinImvuIDenimakiIRashiyaIAfrikaUzukhwithiMartin LutherInkwindlaCrossroads, Cape TownUbuciko bomlomoImitholoji lamaGrekiManzana, MpumalangaIzilwaneI.S. KubhekaNImvumelwano SiqaloUsuku lwaMalungelo EsintuI-AyisilandiILoboloUbuChwepheshe boKwaziswaNetherlandsIMorokhoMbuji-MayiUkukhuliswa kwomthondoUmculo wohlobo lwe-Eletronic DanceUmfulaUzungezohleloUCansiInyamaImfundoIlu Galan (woreda)IsAlahweIsidlavelaUmchazamkhathiIzinqeIKhongo-KinshasaIBhayibheliWashington, D.C.IBhurundiIsiSpeyiniIBraziliIGibhithe1986INamibhiyaIsiZuluHaircutPhimosisColoradoUkuxhumanaWikipedia🡆 More