Incazamininingo: Imininingo emayelana nemininingo

Incazamininingo iyimininingo ephana ngokwaziswa ngeminye imininingo, kodwana ayisona isiqikili semininingo ngokwayo, njengomqhafazo womyalezo noma umfanekiso ngokwawo.

Kunezinhlobo eziningi ezihlukene zencazamininingo, zihlanganisa:

  • Incazamininingo echazisayo – ukwaziswa okuchazisayo mayelana nensizakusebenza. Isetshenziselwa ukuvubukula nokuhlonza. Ihlanganisa izici ezifana nesihlokosiqu, isifinyezo, umlobi, namazwi amqoka.
  • Incazamininingo engokohlaka – incazamininingo emayelana neziqukathi zencazamininingo futhi ikhombisa indlela Izinto eziyimbumbuthela ezihlanganiswa ngayo, ngokwesibonelo, indlela amakhasi ahlelwa ngayo kube izahluko. Ichazisa izinhlobo, izinhlelo, nobudlelwane nezinye izinkondolo zezibhalo zezezibhangqiwe.
  • Incazamininingo yobuphathi – ukwaziswa okuwusizo ekuphatheni insizakusebenza, njengohlobo lwensiza, izivumelo nokuthi yadalwa nini nakanjani.
  • Incazamininingo yephatho – ukwaziswa okumayelana nesiqikile nezingabunjalo lemininingo yezibalomininingo.
  • Incazamininingo yezibalomininingo – ibizwa nangokuthi imininingo yomdludlungu, ichazisa imidludlungu eqoqa, idludlunge noma ikhiqize imininingo yezibalomininingo.
  • Incazamininingo yezomthetho – ihlinzeka ngokwaziswa okumayelana nomkhiqizi, umninimkhiqizo, nesivumelo esisobala, uma sikhishwa.
Incazamininingo: Imininingo emayelana nemininingo
Ekhulwini lama-21, incazamininingo ngokuvamile ibhekisela ezindinganisweni zezezibhangqiwe, kodwa izijengamazwi zamakhadi ezivamile ziqukethe incazamininingo, namakhadi aqukethe ukwaziswa ngezincwadi ezisemtapowolwazi (umlobi, isihloko, isihloko, njll.)
Incazamininingo: Imininingo emayelana nemininingo
Incazamininingo ingavela ngezingqimba ezingafani: Lesi siqoshwa esiphathekayo se - Cenchrus ciliaris siqukethe iminyanyadu kanye nencazamininingo sayo.
Incazamininingo: Imininingo emayelana nemininingo
Incazamininingo yebhodwe- Sphagnum papillosum eliyingxenye yomcanso wesivande eNyuvesi yase-Greifswald

Incazamininingo ayiboshelwanga kunoma yimiphi iminxa esiyibalile, njengoba ikwazi ukuchazisa noma yiliphi ucezu lemininingo ngezindlela eziningi.

Imithombo

Tags:

IMininingo

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Zil MoneyIGautengISpeyiniImpindampindwanoUxhakaxholoImpiIntufesheUkungabi nenzaloIYukreyiniOmusati RegionUmQongoIsichazamazwiMpandeI-EstoniyaIntando yeningiAmaMbathaIsizindalwebuImfeneISikotilandiHong KongKommetjieIsi-ArabhuIzinkundla zokuxhumanaUcansi LwendunuShakaIKhongo-KinshasaIsithembuhqoy3PetaukeDassenhoekMutukula, YugandaIShayinaEMahlabathiniUcansi ngamabeleJohn F. KennedyIsizindamininingoISpaniyaUsuku lwabesifazaneISilo Zwelethini Goodwill kaBhekuzuluIMelikaFloridaIkatiIsidakamizwaUlwandleInhlakahloPanamaIsiHebheruUMkabayi kaJamaXVideosIzitayela zocansiUkubhemaIndlwabuLehlohonolo SeemaIgcokama ElishaJaliInkampani esisuluIsiJalimaniINyandezulu2012IZambiaIAngolaUkubhoboza iClitorisHugo López-Gatell RamírezInkosiTropical savanna climateIKhanadaIzindebeUNelson MandelaInzululwazi🡆 More