Uxhoxho Lwezokuxhumana: Uxhoxho lokuxhumana ebangeni elide

UXhoxho lwezokuxhumana luyiqoqo lamaqhuzu wamakhongco ezokuxhumana axhumanisiwe asetshenziselwa ukunanana ngemiyalezo phakathi kwamaqhuzu.

Amakhongco angasebenzisa izinhlobonhlobo zezobuchwepheshe ezisekwe kwezindlelasu zentandelo yokuqhebeza, ukuqhebeza umyalezo, noma ukuqebeza ikhukhu ukuze kudluliswe imiyalezo neziyabizo.

Amaqhuzu amaningana angasebenzisana ukudlulisa umyalezo kusuka eqhuzwini lendabuko kuya eqhuzwini lempokophelo. Ngalomsebenzi wokukhondisa (routing function), iqhuzu ngalinye oxhoxhweni linikwa ikheli loxhoxho lokulihlonza nokubona ukuthi likuphi oxhoxhweni. Iqoqo lamakheli oxhoxhweni libizwa umkhathi wekheli loxhoxho.

Izibonelo zamaxhoxho ezokuxhumana zihlanganisa amaxhoxho esicikizi, uxhakaxholo, uxhoxho locingo oluqhebezwa sobala, uxhoxho lwe-Telex lomhlaba, uxhoxho lwe-ACARS kwezokundiza, kanye namaxhoxho omsakazo angenantambo wabahlinzeka ngezokuxhumana kukamakhalekhukhwini.

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IncwazubaAnggunIsi-IndonesiaMi'irabawi ZoneMageba kaGumedeIsiLatviyaIsiNguniJaliIKhepi VedhiImbongiWiki FoundationUmCalahle ontuhlambiliUmbuso waseNingizimu AfrikaVodacomIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaYini inganekwaneIsincuRobbie MalingaJohn F. KennedyUKhisimusiMitooma DistrictJohnny SinsSibusiso NyembeziIManzini, IdolobhaLatham IslandCorbin BleuIMelika EningizimuDaniel RadcliffeISpeyiniChesumei ConstituencyLekoko DepartmentPlateaux Department, GabhoniIsiSpeyiniAsayita (woreda)CaliforniaIMekisikoPhumelela Local MunicipalityXHamsterSiphiwe MkhonzaAbeLunguIGhannaI-AngolaGreater Letaba Local MunicipalityINigeriaTsakaneUkutshiswa komntu xa eswelekile luthini uluvo lwakho?UxhakaxholoIPhumeziINingizimu SudanBonteheuwelInkinsela yaseMgungundlovuISetlagoleDonald TrumpImveloIsiqongo🡆 More