Dumisa Ntsebeza

UDumisa Buhle Ntsebeza (owazalwa mhlaka-31 zika-Mfumfu 1949) ngummeli, isikhulumi, nombhali waseNingizimu Afrika ozelwe eTranskei, eMthatha ngaseEastern Cape.

Ungumfowabo kaSolwazi Lungisile Ntsebeza . UnguSihlalo weDesmond Tutu Peace Trust njalo uyisikhulu seNelson Mandela Foundation. Wabamba iqhaza emzabalazweni wezepolitiki wokulwa nobandlululo. Ngenxa yalokho yena nabafowabo baboshwa ngo 1976. Ngenkathi eboshiwe wenza iziqu zakhe zomthetho . Ngo 1995 uNtsebeza ube yingxenye yeKhomishini yeQiniso nokuBuyisana iTruth and Reconciliation Commision. UNtsebeza waqokwa ukuba yi-chancellor ye-University of Fort Hare Ngenyanga kaMasingana ngo 2017.

Dumisa Ntsebeza
UDumisa Buhle Ntsebeza (2019)

Ebuntwaneni

UNtsebenza ukhulele, eTranskei endlini ekwakungeyona indlu yezepolitiki eyeqisayo, nabazali ababili ababengothisha bonke. Ngeskhathi bekhula ubaba kaNtsebeza wayekhuthaza ingane zakhe ukuthi bafunde iincwadi ukuze bathole ulwazi ngento ezihlukene. Yena no mfowabo badonswa ukungenela ezepolitiki zokuphikisana ngenxa yokukhuthazwa ngubaba wabo ebakhuthaza ukuba "bafunde futhi bazi ukuthi kwenzekani emhlabeni" .

Imfundo

UNtsebeza wenza izifundo zakhe zebanga eliphansi eCala United Primary School naseDutch Reformed Church School. Waqeda ustandard six ngo 1961 waqhubeka ngemfundo zakhe eArthur Tsengiwe Practical School ngo 1962 -1964. UNtsebenza wenza izifundo zikamatric eSt John's College eMthatha .

Waqokwa njenge chancellor eYunivesi yase Fort hare ngo 2017 kukaMasingana. Ummeli Ntsebeza wengezwe njengo meli ngo 1984.

Umele inqwaba yamabanjwa ezepolitiki phakathi nawo-1980 futhi ekuqaleni kwawo 1990 wamisa waba ngomunye wababizi, enkulumeni kanye nenhlangano yokubuyisana. Ungumsunguli wenhlangano yezwe Iningizimu Afrika wentando yeningi abameli kanye nabongameli bayo yena wakhona njengo mongameli wokumangalelwa wabameli abamnyama.

Inkomba

Tags:

Ningizimu Afrika

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

InyosiUmbhoxoIGaboniUmkhosi wokweshwamaBrenda FassieUhlu lwamadolobha ase AljeriyaNelson MandelaUmthondoRobloxAlexandra, GautengUsuku lwenkululeko1988The Big Bang Theory (Izinhlelo ze-TV)Daniel RadcliffeNgqengelele kaMvulaneThemba Maseko2014NdwandweUmdlwaneImvulamlomoIUkulandwa kongasekhoTipaza ProvinceIUUII-maltoseZefaniyaMakueni CountyPeruLeleti KhumaloPierre WoodmanIkhemistriKatlehongUNelson MandelaTeideTelephone numbering planAmasulumaneIzonto ezinyeIzifunda zase Ningizimu SudanINamibhiyaIzilimi zaseNingizimu AfrikaEzraGurajenaUbuhlakaniAndile LungisaIsifo sohudoLuzumanaMoshi Urban2009IHarareUbucikoChimanimaniClitoromegalySibongile KhumaloKhenani MakhobaJobe2001IMount FletcherAmapianoSynthesizersMbalabalaIzithombe ezincolile ZobuliliAma-Woreda ase ItiyopiyaUphuthuISwellendamUmchazathixoIkhasi ElikhuluLukaBen Arous GovernorateIsiSpeyini🡆 More