Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane

Ezolimo noma ukulima kusho ukukhulisa izilimo nezithelo, futhi namuhla sekuhlanganiswa nokufuya izilwane nakuba kuyizinto ezihlukene.

Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
ukulima eGibhithe lasendulo
Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
ukulima okwenziwa eduze nase-Aldbourne
Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
Flax

Ezolimo zaqala eminyakeni eyizinkulungwane edlule, kodwa kuyahlawumbiselwa ukuthi kuyinto endala kangakanani. Ukuthuthukiswa kwezolimo kwaqala lapho abantu beqala ukudela impilo yokuzinga izindawo ngezindawo bezingela ukudla, futhi beqala ukuhlala nokwakha izidlidli.

Ezolimo kanye nokufuya kungenzeka kwaqala endaweni yamazwe avundile esuka emfuleni inayili oseGibhithe kuya eMesophothamiya. Abantu baqala ezolimo lusilili ngokulima izilimo ezimbalwa abazozidla nemindeni yabo, kodwa belokhu bebuthela okunye ukudla ngokuzingela. Kungenzeka baqala ukulima emilimelo ngenxa yokuguquka kwesimo sezulu nomhlabathi. Ukulima umlimelo kungondla izinkumbi zabantu kunokubuthela nokuzingela.

Lokhu yikho okwenza ukuba izibalo zabantu zikhule kuze kube namuhla.

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Joyous CelebrationIndlwabuEswatiniXVideosIAfrikaUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloImikhuba yezocansi yezitabaneIsidakamizwaUkumunca UmthondoUmculo Wohlobo Lwe-EletronicHans Christian AndersenLuzumanaIYurophuIbizoUlimi lokuhlelelisaCairoINkece yezezibhangqiweISantiagoUphuthuUqeqesho lakwaNgqondonkuluTrue Jesus ChurchUcwaziUmbhoxoIsiNgisiUmfulaICulo leSizwe leNingizimu AfrikaINigeria1 & 2 AmaKhosi1963Usuku LwamaguguI-Wikipedia yesiZuluGoodwill Zwelethini kaBhekuzuluUmbhaliI-EshiyaIntabaIkatiMassachusettsISO 3166ISwidiCansi lomlomoUMfumfu (u-Okthoba)INgqoqelolwaziIsiShayinaUkuCikizaINamibhiyaUNdasa (uMashi)UMabonakudeIPhisi (inkanyezi)Cathay PacificInjolobaElizabeth IIUkucwasa ngokwebalaIseleseleHaro WalabuIsiPhoqiShendiEspooMpuma Kapa TVSjavaIsiphequluliIMiyonziILondonUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu AfrikaINkabazwe GiniAmaqandaIsiGrekiIntwasahloboAmanziIzifenqo zaseGibhitheUsopolitikiUbuBudhaUhlelo lobandlululo2018UmsunuIndlwabu eyenzwa abaningiUsuku lwaMalungelo EsintuPablo Picasso🡆 More