Iziphili: Izinto eziphilayo noma izimiso eziphilayo

IsiPhili noma IziPhili izinto eziphilayo ngokwemvelo, nezinesimiso sokuphila ngazodwa.

Zonke iziPhili zakhiwa amangqamuzana. Iziphili zijinjwa ngokulandela ubungqwangqwa zibe amaqembu omangqamuzana (multicellar) bezilwane, izimila noKhunta; noma onongqamuzana (unicellular) abeyiziphilincinci ezinjengeZinambuluka (protista), iZinungwana (bacteria) neziNgunazane (archae). Zonke izinhlobo zeziphili ziyakwazi ukuzala, ukukhula nokuthuthuka, ukulondoloza, futhi ngezinga elithile ukusabela evusweni. Amabhungane, ama-squid, Imilenzene, amakhowe, nezimila ziyizibonelo zeziphili ezingomangqamuzana ezingahlukanisa izicubu ezikhethekile nezitho lapho zithuthuka.

Iziphili: Izinto eziphilayo noma izimiso eziphilayo
I-Escherichia coli isiPhili esakhiwe yisosha elilodwa, engabonakali ngeso elinquni, iphinde ibe yi-prokaryote futhi.
Iziphili: Izinto eziphilayo noma izimiso eziphilayo
I-Amoebae yi-eukaryotes eyakhiwe yisosha elilodwa.
Iziphili: Izinto eziphilayo noma izimiso eziphilayo
uKhunta olumboboningi kanye nezihlahla eziyi-angiosperm ngama-eukaryotes amakhulu, akhiwe ngamasosha amaningi.
Iziphili: Izinto eziphilayo noma izimiso eziphilayo
Isihlahla sempilo(Carl Woese) esaziwa nge-Phylogenetic . Amagciwanyane awaveli lapha ngoba abukho ubufakazi bokuba ahlobene nalemibuso yempilo emithathu.

Tags:

ImpiloIseliIsiPhilincinciIzinungwanaIzitshalo

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Hans Christian AndersenI-AljeriyaUkudla kwesiZuluImfundo Emayelana Nama Siko AmaningiUkufundaInkinsela yaseMgungundlovuUbucikoIDolaIVilnyusiImotoIstanbulIzitheloIsiNgisiAmaqandaIzikhathi zonyakaUkufudumala kwembulungaIntwasahloboIsiKhathalaniUkusakazaXVideosIsiShayinaIfonetikiINyakatho-NtshonalangaIFuleyisitataAfrican National CongressUhleloxhumano lwamaselulaAmasikoXHamsterIhloboIzilwaneUKhisimusiUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976IJibhuthiIsiwehle segumelo loxhakaxholoUmchazandaloMkabayi kaJamaGcuwa, kwaXhosaIYurophuAmaphuphoEnoch SontongaIKwaZulu-NataliIsizindalwaziNtombaziIzinkanyeziImoto ezishayelayoIkhasi ElikhuluUhlelo lobandlululoUsuku LwamaguguINguxaWiki CommonsINkabazwe GiniIShayinaIMaliUkuvuka ngokocansiAbantu abansunduUbulili BesilisaINingizimu AfrikaKumaHeberuIsiJaphaniIsidakamizwaIzifundazwe zaseNingizimu AfrikaIzithombe ezincolile ZobuliliIDenimakiIsiTsotsitaalUMandulo (uSepthemba)Chinua AchebeIzinyanga zonyaka ngesiZuluElizabeth IITrue Jesus ChurchUmHasambiEzokuxhumakudeGoogleImaliUmdayiso wezezibhangqiweDinizulu🡆 More