Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane

Ezolimo noma ukulima kusho ukukhulisa izilimo nezithelo, futhi namuhla sekuhlanganiswa nokufuya izilwane nakuba kuyizinto ezihlukene.

Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
ukulima eGibhithe lasendulo
Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
ukulima okwenziwa eduze nase-Aldbourne
Ezolimo: Ukulinywa kwezitshalo nokufuywa kwezilwane
Flax

Ezolimo zaqala eminyakeni eyizinkulungwane edlule, kodwa kuyahlawumbiselwa ukuthi kuyinto endala kangakanani. Ukuthuthukiswa kwezolimo kwaqala lapho abantu beqala ukudela impilo yokuzinga izindawo ngezindawo bezingela ukudla, futhi beqala ukuhlala nokwakha izidlidli.

Ezolimo kanye nokufuya kungenzeka kwaqala endaweni yamazwe avundile esuka emfuleni inayili oseGibhithe kuya eMesophothamiya. Abantu baqala ezolimo lusilili ngokulima izilimo ezimbalwa abazozidla nemindeni yabo, kodwa belokhu bebuthela okunye ukudla ngokuzingela. Kungenzeka baqala ukulima emilimelo ngenxa yokuguquka kwesimo sezulu nomhlabathi. Ukulima umlimelo kungondla izinkumbi zabantu kunokubuthela nokuzingela.

Lokhu yikho okwenza ukuba izibalo zabantu zikhule kuze kube namuhla.

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiFulentshiIsiShayinaIFinlandiImfundo yabadalaUkufudumala kwembulungaCairoIzinga Lentuthuko YabantuIzithombe zobulili ezingcolileKwaZulu-NatalIRomaniyaUNcwaba (u-Agasti)Wiki CommonsINguqulo YezimboniIJibhuthiIPhasikaIsikhumbuzo seNkosi uShakaUpondo1963IDenimakiIfonetikiUNokhweziIChwenziUkhuntaIGhannaIsiPhathanzubaIziPhili2001Haro WalabuUbulili BesilisaHans Christian AndersenIlig DheereUcwaningoBoity Thulo1 & 2 AmaKhosiIRiphabhuliki yaseNingizimu AfrikaIsi-ArabhuIsiTsotsitaalUmqambiUsuku lwaMalungelo EsintuUkufundaUkunwebezaImoto ezishayelayoIsiPholisiIBraziliNtombaziI-ArjentinaUMabonakudeUKhisimusiIOsheaniyaIsiKrowatiITshekiNairobiUsukuWikipediaUkudlwengulwa kwabesilisaIMaltaINgilandiI-OstreliyaIphephandabaImpophomaUkubingelelaTolga DistrictImikhuba yabesifazane babenocansiI-Wikipedia yesiZuluLasandra MajolaCoordinated Universal TimeIndleI-YouTubeUMkhosi woMhlangaMassachusettsIchibiIMelikaUMfumfu (u-Okthoba)IsiTaliyaUbisi🡆 More