Umuntu

Abantu (iZothamlilo) bawuhlobo lwamaGanyaphambili ayinala kakhulu nasabalele, anesici esiNyawombaxa kanye nobuchopho ubukhulu nobuyinkimbinkimbi.

Lokhu kube usizo entuthukweni yamathuluzi athe thuthu, isiko, kanye nolimi. Abantu banobungane kakhulu futhi bathambekele ekuhlaleni ezinhlakeni zomphakathi eziyisixhanti ezakhiwa amaqembu amaningi abambisanayo nancintisanayo, kusuka oxhoxhweni lwemindeni nabozalo kufika emibusweni yezombusazwe. Iminano yobungane phakathi kwabantu seyakhe izindlelazokuphila, imikhuba eyamukelwayo, nemidanti eminingi engafani, ezifukula umphakathi wabantu. Ilukuluku nesifiso somuntu sokuqonda nokuthonya imvelo kanye nokuchaza nokuxhaphaza imimangaliso kushukumisele isintu ekuthuthukiseni isayensi, ifilosofi, ezeziNganekwane, inkolo, neminye imikhakha yokufundwa.

Umuntu
umuntu

Umuntu
Umbuso (Regnum) Izilwane
Uzalo (Phylum) ezobuntambo
Iqembu (Classis) IziNcelisi
Uhlelo (Ordo) ezibuChophokhulu
Uhlelo oluNcane (Subordo) eziLikhalalula
Umndeni (Familia) Hominidae (ezisaMenzo)
Umkhakha (Genus) uMenzo
Uhlobo (Species) H. sapiens (Umuntu)

Abantu ngamadoda, nabafazi, nabafana namantombazane.

Tags:

InkoloIsayensi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

1994ImpisiIsiSwidishiIsiTaliyaIzinyanga zonyaka ngesiZuluImfundo yabadalaIThusiUmKhalahweCairoCoordinated Universal TimeShendiIsiSpeyiniChinua AchebeIbizoEMandeniIndlulamithiIsiTsotsitaalUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloCaliforniaIAntaktikaIRiyunionIsiKhathalaniUMandulo (uSepthemba)1983UbuliliIKongoIMaltaITshekiNairobiUMabonakudeI-AyilendiInkoloKumaHeberuUhlelo lobandlululoBig ZuluUMkhosi woSelwaIsilivaUNelson MandelaUbuBudhaIstanbulIzonto ezinyeIsiSuthuHaro WalabuIChwenziI-Wikipedia yesiZuluUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu AfrikaIfilimu lezocansiIsifo sohudoCetshwayoUmnyikilizoUmsakazoINgilandi1999ILatinIsiXhosa2001IsingathekisoIngqalasizindaIMoskwaIsichazamazwiINkece yezezibhangqiweIMelika EnyakathoIkatiUphuthu2014Amalungelo abantuMpandeIsiKrowatiIZaga ngesiZuluShaka🡆 More