Imozambiki

IMozambiki (noma iMozambique; isiPutukezi: Moçambique; isiChewa: Mozambiki; isiSwahili: Msumbiji; isiTsonga: Muzambhiki) yizwe eliseningizimu yezwekazi lase-Afrika.

Yizwe elikhulu enezizwe eziningana ezihlala khona. Inhloko-dolobha yaseMozambiki iMaputo.

Imozambiki Imozambiki
Imozambiki
IsiqongoIMaputo
Izilimi isiPutukezi
Uhulumeni
 -  Umongameli Filipe Nyusi
 -  Prime Minister Adriano Afonso Maleiane
Ukwenza
 -  Ukuzisa ahlukana wOmbuso Ohlangeneyo 25 June 1975 
Ubukhulu
 -  Jikelele 801,590 km2 
309,496 sq mi 
Inani labantu
 -  2023 ukulinganisa 32,513,805 (45)
 -  Ixuku labantu 28.7/km2 
74.3/sq mi
Imali Mozambican metical

Umsuka wegama

Imvelaphi yegama lesiPutukezi elithi Mozambique ayicaci ngokuphelele. Kukholokala ukuthi igama elithi Mozambique lingase lisuselwe egameni lesi-Arabhu. U-Mussa Bin Bique (ngesi-Arabhu: موسى بن بيك) wayengumbusi wesiqhingi sase-Mozambique ngaphambi kokuba amaPutukezi athathe isiqhingi ngo-1544.

Izilimi zaseMozambiki

Izizwe zaseMozambiki zikhuluma izilimi eziningana. Iwebhusayithi yeGlottologue ibala izilimi ezingama-46, zaseMozambique. IsiPutukezi saseMozambiki sisasetshenziswa njengolimi oluvamile ezindaweni eziningi zezwe.

  • isiPutukezi saseMozambiki (Português moçambicano)
  • isiMakhuwa Emakhuwa
  • isiSena Cisena
  • isiTsonga Xitsonga
  • isiLomwe Elomwe
  • isiShona chiShona
  • isiTswa Xitswa
  • isiRonga Xironga
  • isiNyungwe Cinyungwe
  • isiTshopi Chicopi
  • isiYao Ciyao
  • isiMakonde Chimakonde
  • isiKoti Ekoti
  • isiMwani Kimwani
  • isiSwahili Kiswahili
  • isiSwazi SiSwati
  • isiZulu


Imithombo

Tags:

IsiPutukezi

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

Young StunnaInjulalwaziUkayi ya Eirik RogersUsuku lwenkululekoPanamaMtshengiseni GcwensaUsuku lwaMalungelo EsintuNGoodwill Zwelethini kaBhekuzuluK.E MasingaIndaba Yesibili YamathoyiziUkucwasa ngokwebalaITokyoRhomaniUmsunuIFulansiIChweUxhoxho olungenantamboUkubhangqisaUkuvukela kweNtsha kwama-16 uNhlangulana we-1976IsiTsotsitaalLehel-Yucub (woreda)EzokuxhumakudeImvubuUmGetheMageba kaGumedeImveloIsiJapaniBrightonInkalankalaNdaba kaMagebaISO 3166ImpisiBill ClintonMarek GrechutaU22015EksodusiUkhambaUNhlangulana (uJuni)ImilolozeloIzibongo zenkosi uShakaUmculoSensory ReceptorNtombaziINgilandiAmalungelo abantu eNingizimu AfrikaIsiXhosaUbhubhaneUmoyambulunga WomhlabaUkudlaUsuku LwamaguguIThekiIMoskwaIsizindalwaziImikhuba yezocansi yezitabaneOmusati RegionAmaMbathaI-Wikipedia yesiZuluRuvuma RegionInkondloJohannes Galilee ShembeǁKaras RegionChris Hani🡆 More