Umcaphana: Inhlwa yevanga enophawu Ca nenani lobuchwe elingama-20

Umcaphana uyinhlwa yevanga enophawu u- Ca nenani lobuchwe elingama-20. Njengenkimbi yomhlaba engqubathi, umcaphana uyinkimbi esabelayo eyakha ungqimba olumnyama lwentuhla yenihwe lapho uhlangana nomoya. Izakhi zawo ezingokoqobo nezingokwesiqa zifana kakhulu nohlobolunye lwayo olunzima kakhulu iSolombi nomBhanya. Iyinhlwa yesihlanu eyinala kakhulu ogobohlweni lomhlaba, futhi iyinhlwa yesithathu eyinkimbi eningi, ngemva kwensimbi nesAlumbe . Umxube womcaphana ovame kakhulu emhlabeni, umcaphana womcalahle, otholakala kwitshemcako nasezinsaleleni zentshicwa yokuphila kwasolwandle kwaphambili; i-gypsum, i- anhydrite, i-fluorite, ne- apatite nazo ziyimithombo yomcaphana.

Tags:

Calcium_unter_Argon_Schutzgasatmosphäre

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IFulansiUNotsheziIsiZuluISwidiInyamazaneIKwaZulu-NataliUmNgcikishoEzokuxhumakudeUcwaziIndiaInkawuConnie FergusonWayback MachineUmbuso OhlangeneyoUgwayiIRuwandaUBudhaIndlwabu eyenzwa abaningiEMandeniIfonetikiIsiPhathanzubaAmahlelokusebenzaUcansi ngomlomo2019Usuku LwabasebenziIZaga ngesiZuluIMaliINguxaUkhuntaHans Christian AndersenIchibiIsiSuthuUmchazamkhathiIsi-ArabhuBoity ThuloIsikhumbuzo seNkosi uShakaIFuleyisitataIsidakamizwaIJaphaniIsiNgisiUmtapowolwaziUsuku lwabesifazaneIsi-EsperantoIAngolaInjolobaIseleseleUmchazandaloIRomaniyaImoto ezishayelayoIPhalamende laseNingizimu AfrikaIzithombe zobulili ezingcolileI-ItiyopiyaUcansi LwendunuTrue Jesus ChurchIMelika EnyakathoIzibongo zenkosi uShakaIHungariyaIsiJaphaniUbuliliCairoMisuzulu ZuluUmthelela wegciwane le-COVID-19 esimeni semveloIkatiKumaHeberuIthoyizi locansi8 ngoNhlolanjaIncazeloIPitoliNairobiILatinUmbhoxo🡆 More