Amafuthetshe: Uketshezi olugqamukayo olukhandeka ngokwemvelo

Amafuthetshe, aziwa nangokuthi amafutha angahluziwe, noma uwoyela nje, ayingxube yomCalahwanzi (hydrocarbon) owuketshezi omnyama-saphuzi okhandeka ngokwemvelo futhi otholakala ekwakhekeni kwamadwala.

Igama elithi amafuthetshe lihlanganisa kokubili amafutha angahluziwe akhandeka ngokwemvelo kanye nemikhiqizo ebandakanya amafutha ayifukutho elincakuziwe. Njengoba ayisivuthisi esiyintshico (fossil fuel), amafuthetshe akhandeka lapho izindimbane ezinkulu zeziphili ezifile, iningi lazo okuyiZiloleza (zooplankton) ne-algae, zigqibeka ngaphansi kwamadwala anzika futhi zibhekana nomchadamezo nomfutho isikhathi eside.

Amafuthetshe: Uketshezi olugqamukayo olukhandeka ngokwemvelo
isangulo samafuthetshe.
Amafuthetshe: Uketshezi olugqamukayo olukhandeka ngokwemvelo
isixakaxo esimpompa amafutha eduze neLubbock, Texas.
Amafuthetshe: Uketshezi olugqamukayo olukhandeka ngokwemvelo
Isincakuzi samafutha e-Mina Al Ahmadi, Kuwait.

Amafuthetshe ngokuyinhloko afumaneka ngokuqopholoza (oil drilling). Ukuqopholoza kwenziwa emva kokwenziwa kocwaningo lokwakheka kwamadwala, nenhlaziyo yesifothongo esinzika. Izintuthukiso zakamuva zezobuchwepheshe ziye zaholela ekusetshenzisweni kwezinye izifothongo ezingavamile ezifana nesihlabathi samafutha namafutha womcengezi.

Lapho sewagqotshiwe, amafutha ayancakuzwa futhi ahlukaniswe, imvama ngokuthonzisa, kube imikhiqizo eminingi esebenza ngokuqondile ekulumbeni eminye. Imikhiqizo ehlanganisa izivuthisi ezifana nogazolo.

Tags:

IziPhili

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

InkoloKiller KauIzikhathi zonyakaUNtulikazi (uJulayi)NakapiripiritUkungavuki kwepipiIHwanziUkuhlonipha (umuzwa)JohaneI-FrotDumisa NtsebezaInkatha Freedom PartyOscar PistoriusUbusikaDavid MabuzaUsuku lwephasikaUmbukisonyaliIsondoIsincuAkira KurosawaUcansi ngamabeleUMkhosi woMhlangaSiddharta Gautama1908Chris HaniUkufundaAmafuthaUzaloUsuku lwenkululekoIsiPheresiyaStandertonIGautengGoogleTunis GovernorateUXhoxho lwesiCikiziIWepenerZil MoneyUmbhikisho wango-2021 waseNingizimu AfrikaInkinsela yaseMgungundlovuUbuChwepheshe boKwaziswaMILFUzungezohlelo lweLangaUkudlwengulwa kwabesilisaBeni HaouaIMekisikoIncwazubaUkuvuka ngokocansiIsilivaJohannes Galilee ShembeTyra Banks.UphuthuEl Menia ProvinceInjaIsayensi yezinkanyeziUmuntuUNhlangulana (uJuni)InyamazaneRafael CorreaUmKhoshaImidlaloInternet Movie DatabaseILondonUcwaziEmalahleni Local Municipality, MpumalangaUkukhuliswa kwomthondoIngempela elenezelweUpondo2001🡆 More