I-Youtube iyiwebhusayithi lapho ungabuka amavidiyo alayishwe abantu abaningi abavela kumhlaba jikelele.
Ungadala i-akhawuntu nawe ukuze ulayishe ividiyo. Le webhusayithi ethandwa kakhulu yintsha kamye nabantu abadala idume kakhulu emelika ngoba kulapho yasungulwa khona. Ungadala amavidiyo ngelimi lakho futhi ngokuzithandela, kodwa i-YouTube iNemigomo neMibandela kumele uqaphele ukuthi ulayisha ini, ngoba kungahle kube nabantu abafuna ukukulimaza abafuna ukwazi ukuthi uhlala kuphi.
Uhlobo | Uphiko we Google, limited liability company |
---|---|
Founded | ngoNhlolanja 14, 2005 |
Ekomkhulu | 901 Cherry Ave, San Bruno, California, Izifunda Ohlangeneyo seMelika |
Indawo wakhonza | Umhlaba jikelele (ngaphandle kokuthi amazwe ivinjiwe) |
(Um/Aba)sunguli | Steve Chen, Chad Hurley, no Jawed Karim |
Key people | Susan Wojcicki (CEO) Chad Hurley (Advisor) |
Imboni | Internet |
Parent | Independent (2005–2006) Google (2006–yamanje) |
Isiqubulo | Broadcast Yourself (2005–2012) |
Ukukhangisa | Google AdSense |
Umkhankaso | ngoNhlolanja 14, 2005 |
Akumele ulayishe ividiyo ngenhloso yokulimaza omunye omuntu. Akumele ulayishe ividiyo enobunqunu. Akumele ulayishe ividiyo enyanyisayo.
Lokhu eminye Imigomo Nemibandela ekhona ku-YouTube. Uma uthanda ungazifundela yona ku www.youtube.com.
Uma ungalayisha ividiyo ehlukumeza omunye umuntu, ividiyo yakho ingahlatshiwa umkhosi, makuqeda isusiwe ku-youtube.
Umphakathi we-YouTube mkhulu kakhulu.
I-YouTube ingatholakala manje ngolimi lwesiZulu. Manje usengathola lewebhusayithi ngolimi lakho (isiZulu)
Find more about I-YouTube on Wikipedia's sister projects: | |
Ukuhunyushwa nga-Wiktionary | |
Izithombe nga-Commons | |
Izimfundiso nga-Wikiversity | |
Indaba nga-Wikinews | |
Izimpinda nga-Wikiquote | |
Imithombo nga-Wikisource | |
Izincwadi nga-Wikibooks |
This article uses material from the Wikipedia isiZulu article I-YouTube, which is released under the Creative Commons Attribution-ShareAlike 3.0 license ("CC BY-SA 3.0"); additional terms may apply (view authors). Content is available under CC BY-SA 4.0 unless otherwise noted. Images, videos and audio are available under their respective licenses.
®Wikipedia is a registered trademark of the Wiki Foundation, Inc. Wiki isiZulu (DUHOCTRUNGQUOC.VN) is an independent company and has no affiliation with Wiki Foundation.