Amafutha: Uketshezi olungancibiliki olunjungunjungu

Amafutha ayizozonke iziqa zevanga ezisasihonyo ezakhiwa ngokuyinhloko imicalahwanzi (hydrocarbons) futhi eziluhlengemanzi (hydrophobic) nokubamathandinoni (lipophilic).

Amafutha imvama ayagqamuka futhi anobuso obuqhebethayo. Iningi lamafutha angamanoni angamikithwanga (unsaturated lipids) awuketshezi ezingenilokushisa legumbi.

Amafutha: Uketshezi olungancibiliki olunjungunjungu
Ugabha lamafutha omnqumo asetshenziswa ekudleni

Incasiselo evamile yamafutha ihlanganisa izigaba zemixube yevanga okungenzeka ayihlobene ngokohlaka, izakhi, nokusetshenziswa. Amafutha kungaba awesilwane, isilimo, noma adabuke kwisiqa samafuthetshe, futhi angaba nobungozi noma angabi nobungozi. Asetshenziselwa ukwenza Ukudla '(isb., amafutha womnqumo), isivuthisi (e.g., amafutha wokuchadameza), izinjongo zokwelapha (e.g., amafutha wembiwa), ukugcoba (e.g. amafutha wesindiyisi), kanye nokukhanda Izinhlobo ezihlukene zombeco (paint), umnomfi (plastics), nezinye izithako. Amafutha elunguswa ngokukhethekile asetshenziswa kwimidanti jemicikilisho yezenkolo ethile njengezihlambululi.

Tags:

🔥 Trending searches on Wiki isiZulu:

IsiBhunuIYurophuUMkabayi kaJamaUbusikaAmasikoUbuChwepheshe boKwaziswaBuenos AiresImpango yasePhalaphala yangowezi-2020ISerbiyaISlovakiIsakhamzimbaInzondo ebhekiswe kwabathandana nobulili obufanayoKhezaras DistrictMalandela kaLuzumanaIsidlavelaIMaltaIsiShayinaI-TwerkingIBig Bend, eSwaziniUmbhoxoIxoxo eliluhlaza okotshaniShanghaiUmkhombeIsikhuthaSmilodonBig ZuluILiberiaCoordinated Universal TimeUmntwana uZebuloni ZuluConcepción, ITshileIChristiana, INyakatho-NtshonalangaIDolaIcenaImbongiBarack ObamaMona LisaUNandi kaBhebheINokiIndlwabuInkolo nezidakamizwaUNhlolanja (uFebhuwari)IzinkanyeziThabo MbekiBenghaziKhuzani MpungoseNyagatare DistrictUmchazamncwebeUbuchwephesheImpisiIntandelo yezinzwaUm Badda DistrictUNongo lolimiSigananda kaZokufaUNhlangulana (uJuni)ImveloNew JerseyWiki CommonsGuigbaIRiphabliki yaseNingizimu AfrikaImfundo yezocansiMangosuthu ButheleziIzitshaloMpuma-KoloniInkalankalaMageba kaGumedeOromia Region🡆 More